... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Okwedlula Iphambi Kwethu Nemanje

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

1 KwabaseKhorinte 15:17-19 Kepha uma uKristu engavuswanga, ukukholwa kwenu akusizi lutho, nisesezonweni zenu. Khona-ke nalabo asebalala bekuKristu babhubhile. Uma singabathembela kuKristu kulokhu kuphila kuphela, singabokukhalelwa kunabantu bonke.

Listen to the radio broadcast of

Okwedlula Iphambi Kwethu Nemanje


Download audio file

Eminyakeni engu 2000 abantu abangaphezu kwezigidigidi bakholiwe ngukufa nokuvuka kukaJesu .Manje ukufa kulula ukukukholwa .Kodwa ukuvuka akulula !

Manje ngakube zonke lezigigidi beziright  yini ukwethemba ukufa kukaJesu ukuba zithethelelwe izono zazo kanjalo nokuvuka kwaKhe ukuba zithole ukuphila okungunaphakade ?

Lokho kungazwakala ziluthiwe ngamanga nje . Kodwa nansi la elele khona .Ukufa nokuvuka kukaJesu yizinto ezibili ezihambisanayo ongeke wazehlukanisa . Kukanye ubeka ithemba lakho kuJesu ngakho konke kumbe lutho sanhlobo .Futhi akushiwo nje yimi lokho ,nangu umphstoli uPhawuli ekusho  ngonyaka ka 60 AD:

1 KwabaseKhorinte  15:17-19Kepha uma uKristu engavuswanga, ukukholwa kwenu akusizi lutho, nisesezonweni zenu. 

Khona-ke nalabo asebalala bekuKristu babhubhile.  Uma singabathembela kuKristu kulokhu kuphila kuphela, singabokukhalelwa kunabantu bonke.

Iqiniso  lonke lobuKhrestu  limi ekutheni uJesu wavuswa kwabafileyo . Asimelwe ngukukholwa nguJesu ukuze sithole nje impilo engcono kulomhlaba  – nakuba yebo lokho kwenziwa busha kwempilo kuyadingeka kakhulu  – kodwa okusemqoka kakhulu ukuba naYe ezulwini lokho kungokwethu ngoba wasinqobela ithuna .

Ndlela zonke methembe uJesu ukukunika impilo echichimayo enothile nenhle kulokhukuphila kwamanje . Kodwa lokho kuyi-teaspoon nje oLwandle uma kuqhathaniswa nokuba naYe ingunaphakade naphakade . 

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.