... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Amehlo Akho Mawathi Njo Emklomelweni

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favourites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

1 KwabaseKhorinte 9:24-27 Anazi yini ukuthi abagijima ngokuncintisana bagijima bonke, kepha munye owamukela umklomelo? Gijimani kanjalo, ukuze niwuthole. Bonke abancintisanayo bayazithiba ezintweni zonke; labo benza ukuze bathole umqhele ophelayo, kepha thina ukuze sithole ongapheliyo. Ngakho-ke mina ngiyagijima kungengokungathi kangiqondi; ngiyagadla kungengokungathi ngishaya umoya. Kodwa ngiyawutuba umzimba wami, ngiwenza isigqila, ukuba mina engishumayeza abanye ngingaliwa mina uqobo.

Listen to the radio broadcast of

Amehlo Akho Mawathi Njo Emklomelweni


Download audio file

Angiyena umuntu ongushampeni kwezemidlalo kodwa ngiyazipha ithuba ngibuke ezemidlalo . Ngo-January nonyaka ,intokazi encane u- Ash Barty, waba ngowokuqala ongum-Australia ukuwina i- Australian Open Grand Slam tennis tournament.

Njengokuba ungazicabangela ,izwe lonke lase-Australia laliduma ngumgqumo wenjabulo ngesikhathi lentokazi iphakamisa  phezu kwekhanda layo leyondebe yeSiliva enkulu !  Manje uyintokazi ethobekile ,enomusa ,ebheke phansi ,engenamempiphiko   empigogo.Kodwa kukancane ngibe sethubeni lokubona umuntu okwazi ukuwathi njo amehlo akhe engaphazamiseki ngaphandle kwalentokazi eneminyaka engu 24.

1 KwabaseKhorinte  9:24-27Anazi yini ukuthi abagijima ngokuncintisana bagijima bonke, kepha munye owamukela umklomelo?

Gijimani kanjalo, ukuze niwuthole.  Bonke abancintisanayo bayazithiba ezintweni zonke; labo benza ukuze bathole umqhele ophelayo, kepha thina ukuze sithole ongapheliyo. Ngakho-ke mina ngiyagijima kungengokungathi kangiqondi; ngiyagadla kungengokungathi ngishaya umoya.  

Kodwa ngiyawutuba umzimba wami, ngiwenza isigqila, ukuba mina engishumayeza abanye ngingaliwa mina uqobo.

Ngeke impela uyiwine i- Grand Slam tournament. Nami futhi cha angiziboni ! Futhi yebo ,angisho ukuthi kunomklomelo omkhulu uma sibeke ithemba lethu kuJesu ukusisindisa  . Kodwa ngeke uvese uqhamuke sewuwina  lomklomelo wangunaphakade uma ungumalovane empilweni uyisehlasenyuka iguzu lamalahle lingcono lona lisuke lisebenza , njengokuba engekho nomdlali ongawina i- Grand Slam ngokungabi nandaba ngoqeqesho lwakhe ,eze mayethanda ,amen?

Amehlo mawathi njo! Ebheke ngqo emklomelweni omkhulu, engalokothi ngisho athi cwayi cwayi   ! 

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje..


We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy