... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Ezinye Izinto Ungaba Nesiqiniseko Ngazo Kodwa …

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favourites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

Umshumayeli 11:3,4 Uma amafu egcwele imvula ayayithulula emhlabeni futhi um akuwa umuthi ngaseningizimu noma ngasenyakatho,endaweni lapho uwa khona umuthi uyakuba lapho.Oqaphela umoya akayikuhlwanyela ;obheka amafu akayikuvuna .

Listen to the radio broadcast of

Ezinye Izinto Ungaba Nesiqiniseko Ngazo Kodwa …


Download audio file

Enye yezinto enzima kithi ukuyenza ngukuphuma sime ngokholo esigabeni lakhona kunongabazane. Sitshale [invest]isikhathi sethu ,amandla ethu ,nolwazi lwethu lakhona umhlabathi ungathembisi zithelo . 

Esinye sezisho sesiNgisi sithi izinto esinesiqiniseko sazo kulokhu kuphila wukufa nokukhokha intela . Okuningi kuyizinto ezingophunyuka bemphethe  wena owabona izenze liqhasha kuthiwe nangu ubela ,izolo sibalule ngisho imishado yethu ukuthi noma ingamnandi kanjani kodwa masisha siyahlukana omunye eselele kobandayo yebo kanjalo nanoma yini enye edaliweyo ayiyikuma ingunaphakade . 

Mhlawumbe maphakathi nakho ukungathembi kuyokwenzekalani kwikusasa mawuzinikela kokuthile kodwa ingxaki uzwa uNkulunkulu ekubizela ekuzinikeleni utshale amandla akho kulokhu noma kulokhuya okuyimisebenzi emihle .Kodwa uyazi ukuthi isikhathi sibukeka singavumelani njengamanje. Izimo zibukeke ziqhele ngamalengiso kwezithembisayo ,ngakho uyazazela ezimweni ezinjalo sivamisa ukuthi sithi “ eyy kungcono kengithi ukulinda kancane” .

Umshumayeli  11:3,4 Uma amafu egcwele imvula ayayithulula emhlabeni futhi uma kuwa umuthi ngaseningizimu noma ngasenyakatho,endaweni lapho uwa khona umuthi uyakuba lapho.Oqaphela umoya akayikuhlwanyela ;obheka amafu akayikuvuna .

Ngamanye amazwi uma uNkulunkulu esibizela kokuthile singene kukho ngokholo ,kuvamisa ukuthi izimo zisuke zingathembisi. Kuhlale kunokubuka kokungathembisi ,okungenani uma sisuke sibuka ngeso lomhlaba lemvelo .Kodwa inkinga uma silinda zize zibe zinhle izimo angikutshele ukuthi sigcine singanyakazanga  senza asibizela kukho ngokholo.

Sihlobo sami .Themba uNkulunkulu ,phuma ezimweni zakho noma zingathembisi,hamba uyotshala  .

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.