... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Ukuthola Umusa

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favourites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

NgokukaLukha 2:16 Bephuthuma bafika, bafumanisa oMariya noJosefa, nomntwana olele emkhombeni.

Listen to the radio broadcast of

Ukuthola Umusa


Download audio file

Angazi kunjani kuwe kodwa kimina umusa kaNkulunkulu ungiqeda amandla ungichoboza inhliziyo. Futhi ngesikhathi ngizisonga ngizicwilisa emseni ,esihawini seNkosi seqiniso ngiqhubeka  njalo kungimangaza kusamfumbe kimi.

Kungani ? Ngoba ngakwesinye ngiyakubona konke angenzele khona .Kodwa ngakwesinye ngiyakubona ukudlubulundela kwami ,isono sami ,ukwazi ngiqonde ukuthi konke obekungifanele bekuyisijeziso sikaNkulunkulu.Futhi sonke siyafana .Sisilalelwe yinkazimulo kaNkulunkulu. 

Ngakho eminyakeni eminingi .Nganginomuzwa wokumbalekela uNkulunkulu .Ngicashe kuYe .Kodwa umuzwa walabo balusi kulobobusuku,ngesikhathi izingelosi zibatshela ngezindaba ezinhle zokuzalwa koMsindisi wabo ….umuzwa  wabo kwabe kungugijima baye kuNkulunkulu . 

NgokukaLukha 2:16 Bephuthuma bafika, bafumanisa oMariya noJosefa, nomntwana olele emkhombeni.

Futhi kulesositebela,kulelobhokisi lokudla kwezilwane ,bathola ukuthi umusa kaNkulunkulu uzothile ,uthobekile umnene.

Kunezikhathi ezimpilweni zethu lakhona izono zethu zigqwalile zimnyama, okuze kubange umuzwa kithi wokubaleka siflathele. Ngengaphakathi lonke lethu sizwa umuzwa ojulile wokubalekela uNkulunkulu,sibaleke ,sicashe ,yilokho kanye isono esikwenzayo.Kodwa sihlobo sami uJesu wezela wena .Wezela ukuzoba nguMsindisi wakho . 

Phendukela kuYe .Thola umusa waKhe . Thola uthando lwaKhe olunamandla ukuthi ngalo uNkulunkulu wayengathumela iNdodana yaKhe eyodwa , ngokuthobeka kulomhlaba ,ukuhlupheka nokukufela ,ukuze izono zakho zithethelelwe.Ukuze islate sakho sesulwa sihlanzeke ngokuphelele.

UJesu lowo! 

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.


We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy