... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Armistice Day

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favourites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

1 KwabaseKhorinte 15:20-22 Kepha kalokhu uKristu uvusiwe kwabafileyo, engulibo lwabaleleyo. Ngokuba lokhu ukufa kweza ngomuntu, ukuvuka kwabafileyo nakho kweza ngomuntu. Ngokuba njengalokhu ku-Adamu bonke bayafa, ngokunjalo futhi kuKristu bonke bayakuphiliswa.

Listen to the radio broadcast of

Armistice Day


Download audio file

Kulezinsuku besithe njo  amehlo ethu  ekuvukeni kukaJesu .  Ngakube kwenzeka ngempela futhi uma kwenzeka ,pho kwenziweni ngalokho? Uma kungukuthi kwenzeka ngempela ,kushukuthini lokho kimi nawe nakwingunaphakade lethu ?

Yebo ngumbuzo omuhle lowo.Okusemqoka ukuxoxa ngawo ukuthi kwenzekani mumva le – futhi yebo, simelwe ukuba nakho  kucace emqondweni wethu ukubeka ukholo lwethu esisekelweni esiqinile  – kodwa manje ngumehluko muni ophathekayo uJesu awenzayo kwimanje nakwelizayo ? 

Namhlanje ngusuku lokukhumbula isivumelwane esasayinwa yimibutho eyayibambene, eminyakeni engu 104  edlule kwaphela impi yokuqala yomhlaba. Kwase kufe izigidi ngezigidi zabantu .Kwabe sekuthule ukuqhuma kwesibhamu ,pho manje kuthini okuya phambili ?

 Ikusasa labe lisemqoka kakhulu kulabo ababehlukunyezwe bangozingozi ngenxa yempi.

Futhi nakimi lisemqoka ngoba lusuku lumbe kuyobe  kungumzimba wami nowakho usebhokisini uyongena ethuneni .Ukubukwa ezinhlonzini zamehlo ngukufa ,umbuzo uthi ikusasa emva kwalokho likuphatheleni?

1 KwabaseKhorinte  15:20-22Kepha kalokhu uKristu uvusiwe kwabafileyo, engulibo

lwabaleleyo.  Ngokuba lokhu ukufa kweza ngomuntu, ukuvuka kwabafileyo nakho kweza ngomuntu. 

Ngokuba njengalokhu ku-Adamu bonke bayafa, ngokunjalo futhi kuKristu bonke bayakuphiliswa.

Isono sethu samemezela impi kuNkulunkulu. Ngokufa kukaKhrestu esiphambanweni ,okunguYe owamemezela isivumelwane sokubeka phansi izikhali . Futhi ngethuna lakhe eli-empty wamemezela ukuphila okusha , ukuvuka kwabo bonke abayokholwa nguJesu iNdodana yaKhe. 

Ngesikhathi nje sibeka ukukholwa kwethu kuJesu ,siyaphiliswa kabusha kulokhu kuphila nakwingunaphakade uqobo .. 

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.