... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Good Luck or Karma?

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favourites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

Daniyeli 4:34,35 Ngasekugcineni kwezinsuku mina Nebukhadinezari ngaphakamisa amehlo ami ezulwini nomqondo wami wabuyela kimi,ngambonga oPhezukonke ,ngamdumisa ngamtusa Yena ohlezi phakade .Ngokuba ukubusa kwaKhe kungubusa okuphakade ,nombuso waKhe ungowezizukulwane ngezizukulwane ,bonke abakhe emhlabeni bashawa ize ;uyenza njengentando yakhe empini yasezulwini naphakathi kwabakhileyo emhlabeni ;akakho ongavimbela isandla sakhe ,noma athi kuye : “wenzani na?”

Listen to the radio broadcast of

Good Luck or Karma?


Download audio file

Unina kazakwethu uthi wayehlala njalo efunda izinkanyezi uma ethenga iphepha .Kwakuyinto ababehlala bexoxa ngayo mase  bethwithwa inkomishi yetiye eseyingane .Yebo kubukeka kungekho ngozi kulokho  

Manje likuphi icala ukufundana nezinkanyezi ? Yebo  kuyisinengiso kuNkulunkulu ,ngoba zibandakanya ukusifaka ekubekeni ithemba lethu kokunye kungesiye uNkulunkulu . 

Okuncimishi njenge- Karma, inhanhla , yoga … nokunye okuningi okwakheke ngezinkolelo zokukholelwa kukho esikhundleni sikaNkulunkulu uqobo ..

U-Nebukhadinezari  wayeyinkosi yase- Babhiloni . Wayezingunge ngezinyanga ,osomlingo ,izangoma njll.Waze wakha ngisho isichuse segolide esikhulu sakhe luqobo futhi waphoqa ukuthi bonke abantu mabaguqe kuso basikhonze .Kodwa emva kwesiga esinamandla sokuhlangana noNkulunkulu ophilayo ngoDaniyeli nabangani bakhe ,ufika kulesisiphetho  :

Daniyeli  4:34,35 Ngasekugcineni kwezinsuku mina Nebukhadinezari  ngaphakamisa amehlo ami ezulwini nomqondo wami wabuyela kimi,ngambonga oPhezukonke ,ngamdumisa ngamtusa Yena ohlezi phakade .Ngokuba ukubusa kwaKhe kungubusa okuphakade ,nombuso waKhe ungowezizukulwane ngezizukulwane ,bonke abakhe emhlabeni bashawa ize ;uyenza njengentando yakhe  empini yasezulwini  naphakathi kwabakhileyo emhlabeni ;akakho ongavimbela isandla sakhe ,noma athi kuye : “wenzani na?”

Kumbe njengomfundisi weBhayibheli u- Dr Stephen Lawson obeka kanje : INkosi iyabusa ,hhayi uSathane ,hhayi abantu , hhayi uNkulunkulu nabantu , hhayi “inhlanhla”, hhayi  “ibhadi”, hhayi ukuziqondanela kwezinto , hhayi izinto ezivamise ukwenzeka , hhayi ukuqondana kwezinkanyezi ,hhayi othuka kuqondana,hhayi igazi elihle noma elibi ;kodwa uNkulunkulu yebo uNkulunkulu yedwa phaqa !

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje. 


We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy

Make your gift monthly to share more Living Hope!

Hearts are open to Jesus at Easter. Your monthly support will help reach millions around the world to share the hope of Christ.

Make it Monthly