... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Inhlakanipho Eyimfashini Endala (3)

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favourites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

KuThithu 2:5 Babe ngabaqondileyo, abamhlophe, abaphatha kahle amakhaya, abamnene, abathobela amadoda abo ukuba izwi likaNkulunkulu lingahlanjalazwa

Listen to the radio broadcast of

Inhlakanipho Eyimfashini Endala (3)


Download audio file

Hhayi ke namhlanje …sizongena engxenyeni engezwakali sanhlobo ngokwesikhathi ,phecelezi asithi political incorrect .Futhi iza iqhamuka ngqo ezwini likaNkulunkulu.Kahle hle iyinto le elungqubuzano olukhulu olugqamile phakathi kokubuka kweBhayibheli nokomhlaba wesimanje manje . 

Lokho,yiqhaza lomuntu wesifazane emhlabeni  wesimanje .Lokhu kuncike kakhulu ekutheni uphila kuphi. Amasikompilo ehlukahlukene athatha izindlela ezehlukene kulesihloko .Kodwa ngokokukhula kweswimo kubukeka abesifazane bephethe imisebenzi emibili –owomqashi kanjalo nowokunaka ikhaya . 

Izolo sikhulumile ngeqhaza labesifazane abadala  – ukuba ngama role model kwabesifazane abancane emphakathini ,ukubafundisa okuhle .Yebo kodwa manje ukuhluka emqondweni wesikhathi sokucabanga ake uzwe la :  

KuThithu  2:5 Babe ngabaqondileyo, abamhlophe, abaphatha kahle amakhaya, abamnene, abathobela amadoda abo ukuba izwi likaNkulunkulu lingahlanjalazwa

Mumva  le ngesikhathi lesiyalo sabhalwa nge 1st century AD ,iqhaza lowesifazane labe lisekhaya ; ukupheka ,uku-cleaner ,ukuletha izingane emhlabeni nokuzikhulisa. Kuningi osekushintshile kusuka ngalesosikhathi . Ngakho …sithini silenze njani lelivesi leziBhalo njengoba sikwi -21st Century AD, hmm?

Nakuba indlela yokwenzeka seyiguqukile ,abesifazane kusamile ukuthi baneqhaza elinamandla empilweni yomndeni.Njengomyeni ngiyathanda ukunakekela unkosikazi wami .Nonkosikazi wami uyathanda ukunginakekela .Sikwenza lokhu ngezindlela ezehlukene ,nokho noma kunjalo sisuke sisenkonzweni yokunakekelana ,sihlale sinakekelana ngokwendlela okwakuvele kudalwe ukuba senze  kanjalo komunye emganweni . 

Ngakho besifazane ,hlakaniphani ,nibe msulwa,ninakekele amakhaya enu,nibe nezibele  nibe ngabakulungele ukunakekela abakhwenyana benu.Kungabukeka kuyimfashini eyisidala  kodwa angikutshele ukuthi ngokwezinga elikhulu lezahlukaniso elikhona emhlabeni jikelele ,lesiseluleko siyaphila . 

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje. 


We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy

Make your gift monthly to share more Living Hope!

Hearts are open to Jesus at Easter. Your monthly support will help reach millions around the world to share the hope of Christ.

Make it Monthly