... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Iqiniso Lalendaba

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favourites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

Malakhi 3:13-17 “Amazwi enu ayelukhuni kimi “ Usho uJehova .Nokho nithi “Sikhulumeni ngawe na ?”Nithi “Kuyize ukukhonza uNkulunkulu ,sizuzeni ukugcina imfanelo yakhe na? nokuthi sihambe ngokukhedamisa phambi kukaJehova Sebawoti na? Kepha manje siyakuthi babusisiwe abaziqhenyayo ,yebo abenza okubi bayakhiwa ,noma bemlinga uNkulunkulu bayakhululwa” Khona abamesabayo uJehova bakhuluma bodwa omunye nomunye ,uJehova waqaphela wezwa ,kwalotshwa phambi kwakhe incwadi yokukhumbula abamesabayo uJehova bezindla ngegama lakhe . “Bayakuba ngabami” Usho uJehova Sebawoti,babe yimfuyo yami ngosuku engiyakulwenza ,ngibahawukele njengalokhu umuntu ehawukela indodana yakhe emkhonzayo.

Listen to the radio broadcast of

Iqiniso Lalendaba


Download audio file

Ngivumele ngikubuze ngokuqonda ngqo namhlanje ,uyakholwa kuJesu? Ngakho uma kunjalo ,noma ngabe yini oyenzile  noma kuyinto embi kanjani noma ngabe uziphathe kanjani ,ungomunye wabantwana bakaNkulunkulu. Umnyango wakhe uhlale uvuliwe kuYe ukuba ubuyele kuYe .

Omunye uzothi lenkulumo eqine kangaka ngingayisho kanjani .Uyabona eZwini likaNkulunkulu . Abantu baziphatha kabi kakhulu abaningi ,yebo nokho kwababiza ukubhekana nemiphumela yezinqumo zabo ,

 kodwa zikhathi zonke uma bephenduka wayehlale uNkulunkulu ekulungele ukubamukela .

Kwake kwanesikhathi lakhona abantwana bakwa-Israel baziphatha kabi .Nansi indlela uNkulunkulu ayinqamulela ngayo: 

Malakhi 3:12-15 “Amazwi enu ayelukhuni kimi “ Usho uJehova .Nokho nithi “Sikhulumeni ngawe na ?”Nithi  “Kuyize ukukhonza uNkulunkulu ,sizuzeni ukugcina imfanelo yakhe na? nokuthi sihambe ngokukhedamisa phambi kukaJehova  Sebawoti na?  Kepha manje siyakuthi babusisiwe abaziqhenyayo ,yebo abenza okubi  bayakhiwa ,noma bemlinga uNkulunkulu bayakhululwa”

 Akukuhle ,kodwa …

Malakhi 3:16 Khona abamesabayo uJehova bakhuluma bodwa omunye nomunye ,uJehova waqaphela wezwa ,kwalotshwa phambi kwakhe incwadi  yokukhumbula abamesabayo uJehova bezindla ngegama lakhe .

“Bayakuba ngabami” Usho uJehova Sebawoti,babe yimfuyo yami ngosuku engiyakulwenza ,ngibahawukele njengalokhu umuntu ehawukela indodana yakhe  emkhonzayo.

Uyabona ? Baziphatha kabi kakhulu. Ngakho bakukhuluma bephindelela lokhu ,ngakho uNkulunkulu wayelalele. Okwakumele bakwenze kukodwa ,ngukubuyela ekumthobeleni.Futhi yilokho kuphela ,mina nawe esimelwe ngukukwenza ngukumthobela simnike indawo yaKhe .

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.