... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Izingxoxo EzingoNkulunkulu

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

Dutheronomi 6:4-9 Yizwa Israel :uJehova uNkulunkulu wethu ,uJehova munye . Wothanda uJehova uNkulunkulu wakho ngayo yonke inhliziyo yakho ,nangawo wonke umphefumulo wakho ,nangawo onke amandla akho .Lawa mazwi engikuyala ngawo namuhla ayakuba senhliziyweni yakho. Ubafundise wona impela abantwana bakho ,uwakhulume lapho uhlezi endlini yakho ,nalapho uhamba endleleni nalapho ulala ,nalapho uvuka .uyakuwabopha abe luphawu esandleni sakho,abe yisikhumbuzo phakathi kwamehlo akho . Wowaloba ezinsikeni zomnyango wendlu yakho nasemasangweni akho .

Listen to the radio broadcast of

Izingxoxo EzingoNkulunkulu


Download audio file

Uma uhlangene nozalo noma nabangani ,nizihlalele nishaya inkomishi yetiye ,yikuphi enixoxa ngakho ? Ngiqonde ekutheni ,asithi nje  abantu bokugcina basenkonzweni oke wathokozela ukuba ndawonye nabo kungonakele lutho ,yikuphi enanikuxoxa ,isihloko esasimatheni?

Ake ngikuphe umqondo ukubona okucabangayo .Kulula ukukhohlwa nguNkulunkulu ezingxoxweni zethu zemihla ngemihla . Sikhuluma ngalokhu nalokhuya – kodwa asikhulumi ngoNkulunkulu . Asibi nazo izingxoxo  esizibiza ngezingoNkulunkulu.

Futhi lokho okuthi uma kuqhubeka kwenzeka kusikhathi sinye sibanjwe kwimanje  … kusikhathisinye sikhohlwa ngukuthi umangalisa kangakanani uNkulunkulu , silibale ukuthi loNkulunkulu nguYe oliqhaza elikhulu  lalokhukuphila kwamanje  nokuzayo . Mhlawumbe  kungakho ngoMose wanika abantwana bakhe lomyalo : 

Dutheronomi  6:4-9 Yizwa Israel :uJehova uNkulunkulu wethu ,uJehova munye .Wothanda uJehova uNkulunkulu wakho ngayo yonke inhliziyo yakho ,nangawo wonke umphefumulo wakho ,nangawo onke amandla akho .Lawa mazwi engikuyala ngawo namuhla ayakuba senhliziyweni yakho. Ubafundise wona impela abantwana bakho ,uwakhulume lapho uhlezi endlini yakho ,nalapho uhamba endleleni nalapho ulala ,nalapho uvuka .uyakuwabopha abe luphawu esandleni sakho,abe yisikhumbuzo phakathi kwamehlo akho .

Wowaloba ezinsikeni zomnyango wendlu  yakho nasemasangweni akho .

Ngesikhathi usakwehlisa ukuthi uthini uNkulunkulu manje ,zibuze kungena kanjani kokulana  eduze nemanje lempilo yakho? Ngokwemicabango yakho kungakanani ukuxoxa ngoNkulunkulu ezingxoxweni zakho ?

uwakhulume lapho uhlezi endlini yakho ,nalapho uhamba endleleni 

Yilona kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje..