... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Ngisho Izinto Ezincane

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

Izaga 19:21 Kukhona amacebo amaningi enhliziyweni yomuntu ,kepha isiluleko sikaJehova siyakuma.

Listen to the radio broadcast of

Ngisho Izinto Ezincane


Download audio file

Ayikho into ecikanayo njengokuthi ube necebo elithile ngokuthi ufuna zime kanjani izinto empilweni ,bese uvese uthole ukuthi ,lelocebo livese liphike okwempela ukwenzeka.Kungani uNkulunkulu evumela lokho kwenzeke? Uqondeni ngalokho ?

Sonke ngabanye  sinazo izinqumo esingazikhomba ezake zenzeka ,okwathi zenzeka ,zaguqula yonke indlela yokuphila kwethu.

Ngikhumbula ngihamba ngiphuma endlini yenkonzo ngolunye usuku,ngangisanda nje kumemukela uJesu ezinyangeni ezimbalwa,engathuka ngithatha i-pheshana  okwakungelase Bible College .Okuyilapho okwathi ngisafunda ngagcina ngixhumene ne ministry ye Christianity Works .Namhlanje sengikwazi ukukhuluma nezigidi zabantu ngale-ministry ,konke nje ngenxa yalelo pamphlet engalicosha ngalifunda .

Kwesinye isikhathi siziphatha sengathi  yithi esiphethe isiphetho sempilo yethu .Kube sengathi sithi : ‘uma ngenze lokhu nalokhu kuzoba nomphumela walokhu nalokhu .’ Ungangizwa kabi ,ngiyakholelwa ekwenzeni ama-plan  futhi ngiyakholelwa ekusebenzeni kanzima .

Kodwa kulula kabi ukuthi izinto zinhlanhlathe ube uthi wena uzicuphe kahle ngononina .Kimina angikusho ukuthi indaba yalelopheshana inamandla amakhulu okuhlelelwa.

Izaga 19:21 Kukhona amacebo amaningi enhliziyweni  yomuntu ,kepha isiluleko sikaJehova siyakuma.

Kungenzeka kube kuhle ezinhliziyweni zethu ukuhlela izinto ezingempilo yethu..Kodwa ekwenzeni kukaNkulunkulu ,nguye uqobo olawula igxathi negxathi lokuphila kwethu ,ngoba kuYe indaba yonke ingokuqinisekisa izinhloso zaKhe ziyafezeka ngathi .

Ngakho sihlobo sami ,ngokuzayo uma impilo ivese iswingele kulokhu obungakulindele ,ungaphoxeki ,ngoba uNkulunkulu usebenza amacebo aKhe nezinhloso ,kuwe futhi ngawe.

Yilona kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje..


We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy

Sorry, no video available

Due to the 2020 COVID-19 situation there’s no video for this program. Enjoy the audio & text and remember, there’s lots more in the Media Lounge. Thank you for your understanding.

Visit the Media Lounge