... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Noma Siphila Noma Sifa

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

KwabaseRoma 14:8 Ngokuba uma siphila, siphilela iNkosi; uma sifa, sifela iNkosi. Ngakho-ke noma siphila noma sifa, singabeNkosi.

Listen to the radio broadcast of

Noma Siphila Noma Sifa


Download audio file

Ngisho nakuba sonke sibhekanile nobunzima ezimpilweni zethu ,izehlo ezihlukumezayo  esingeke ngisho sazifisela izitha zethu ezinkulu ,ngikholwa ukuthi kuliqiniso ukuthi akekho noyedwa kithi ongathi ngenxa yalokho ukulungela ukubolekana ngempilo yakhe nganoma yini.

Manje ngiyazi ukuthi kwezinye izinsuku siye sifise ukuthi sengathi asizalwanga .Nami sengike ngaba  kulesosimo.Kodwa emva kokuthi sewusukume wazithuntutha waleqa lelobriji ,kukhona ukunotha kwempilo okusuke kusekhona nakuba kusuke sekungathi sewusalelwe ngumndondo nje ,futhi esikhathini esihle kuningi ongakubuka kusekude okungavela  okuseza . 

Uzakwethu ukhumbula ngolonye usuku eminyakeni embalwa edlule ,ngaphambi kancane nje kokuba aye kwelinye lamazwe aphesheya bayophumula kancane emva kokonga imali beyongela leloholidi ,kwase kuyiminyaka ezicabangela nje eyedwa ethi :

“Ngifisa sengathi iNkosi ingenqume ukubuya manje ,kodwa kuze kube ngukuthi sesilithathile futhi sabuya kwiholidi lethu .” Wahlekela phansi ngenqondo ngicabanga uyawuzwa umqondo ayekuwo  .  

Manje ake ulithathe leligxathi elilodwa eliya phambili  ,futhi kune-risk enkulu ukuthi sigcina sesinamathele empilweni kweqa . Sigcina sesinike inani kakhulu izimpilo zethu kwaze kweqa ,size singasanaki ukuthi konje sizowushiya lomhlaba lusuku lumbe .

Futhi lokho kuba nomthelela ngokwendlela esiphila ngayo . Kwenza siphile izimpilo zethu sizicabanga thina kuphela .Kungena ukuzicabangela wena kuphela hhayi nje ukuthi akunayo impilo kuphela , kodwa noma nini lakhona sibeka into ibe ngaphambili kunoNkulunkulu, ngisho kungaba yizimpilo zethu, yebo  nebala unegama akubiza ngakho lokho . Ukubiza ngokukhonza izithombe .

Ngakho uma kungukuthi nawe sewushibilikele kulokhokucabanga ,futhi okuyinto elula ukushibilikela kukho ,nanti ikhambi :

KwabaseRoma  14:8  Ngokuba uma siphila, siphilela iNkosi; uma sifa, sifela iNkosi. Ngakho-ke noma siphila noma sifa, singabeNkosi.

Phila impilo yakho uphilele uKhrestu ungayiphileli wena . 

Yilona kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje..


We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy

Sorry, no video available

Due to heavy rains that flooded our TV studio, there’s no video for today’s Fresh. Enjoy the audio & text and remember, there’s lots more in the Media Lounge. Thank you for your understanding.