... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Ukholo Olunqobayo

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

1 EkaJohane 5:3-5 Ngokuba ukuthanda uNkulunkulu yilokhu ukuba sigcine imiyalo yakhe; nemiyalo yakhe ayinzima, ngokuba konke okuzelwe nguNkulunkulu kuyalinqoba izwe; lokhu kuyinqobo enqobe izwe: ukukholwa kwethu. Ngubani onqoba izwe, uma kungesiye okholwa ukuthi uJesu uyiNdodana kaNkulunkulu na?

Listen to the radio broadcast of

Ukholo Olunqobayo


Download audio file

Kungani uNkulunkulu esivumela ukungena ebuhlungwini nasekuhluphekeni ? Kungani uzithola  usubhekene nobhekene nakho njengamanje ? Bekungamele yini ukuba izinto zibe lula kulabo abakholwa nguJesu?  

Mhlawumbe kulesikhathi esikuso silahlekelwe ngubuqiniso benhloso enamandla ,incazo ejulile ngokuhlupheka ezimpilweni zethu .Inhlupheko iyingxenye yokuphila yoluntu umhlaba wonke .Lokho ngeke ukubaleke.

Ocebile nompofu ,ocindezelwe nokhululekile ,osempini kumbe okuzolile ezweni lakubo ,uyohlala ubhekana nenhlupheko futhi ibuye iphindelela ndlelaningi .Uzibuze uthi : Nkulunkulu kungani ukuvumela lokhu kwenzeke kimi?

Ngingakunika impendulo eliqiniso ngokweZwi ,ukuthi kwaqala ngesono sika- Adamu no Eva lolocwezu lwesithelo esasingavunyelwe ukudliwa   yiyona mpande yakho konke .Ngakube lokho kuyakusiza ukukhanyiseleka ngomsuka wenhlupheko yakho ?  Mhlawumbe cha .Kulungile ke kodwa angethembe lokhu kuzowenza umqondo.

1 EkaJohane  5:3-5 Ngokuba ukuthanda uNkulunkulu yilokhu ukuba sigcine

imiyalo yakhe; nemiyalo yakhe ayinzima,  ngokuba konke okuzelwe nguNkulunkulu kuyalinqoba izwe;

lokhu kuyinqobo enqobe izwe: ukukholwa kwethu.  Ngubani onqoba izwe, uma kungesiye okholwa ukuthi uJesu uyiNdodana kaNkulunkulu na?

UNkulunkulu ufuna ukuzwa ukunqoba  uJesu akuzuza ngenxa yakho ngezinhlupheko kulesosiphambano .Ufuna inkambo yakho ibumbeke ,icolisiswe ,yenziwe msulwa nkathi usaphila  ekumlaleleni phakathi  namalangabi enhlupheko yakho .

Ukunqoba okunamandla okunqoba konke empilweni yakho  …lukholo lwakho nkashana luqhubeka lukhula  luqina .

Ngubani onqoba izwe, uma kungesiye okholwa ukuthi uJesu uyiNdodana kaNkulunkulu na?

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.