... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Ukuba Right KuNkulunkulu

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favourites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

KwabaseFiliphu 3:9 Ngifunyanwe kuyena, ngingenakho ukulunga okungokwami okuya ngomthetho kodwa lokho okuya ngokukholwa nguKristu, ngisho ukulunga okuvela kuNkulunkulu ngokukholwa.

Listen to the radio broadcast of

Ukuba Right KuNkulunkulu


Download audio file

Noma yimuphi owesilisa oganiwe uzokutshela ukuthi izimpikiswano ziyizinto ezikhona emshadweni ,kodwa ukuvumela lokho kungaboni ngaso linye kuhlale kuza kufukanyelwe kuze kuzale itshelwe eqandeni , kusuke sekuyindlela ebheke encithakalweni ,engagcina esahlukanisweni . 

Ndlelana thizeni kuyefana nasebudlelwaneni bethu noNkulunkulu .Kuzoba nesikhathi lakhona sizohluleka ukumgcina ethokozile.Asikholwe ukuthi sezincane lezokhathi ezinjalo uma uqhathanisa neminyaka engu 5 edlule .Futhi naseminyakeni engu 5 ezayo ziyobe sezincane ngesikhathi siqhubeka sikhula sifaniswa noJesu , amen?!

Kodwa ,uma sona kuYe,sivumela izinsuku ,amasonto ngisho izinyanga zidlule singaphendukelile kuye sicele intethelelo …ngakho ubudlelwane bethu buyobe busencupheni yokuklayeka .

Ngakho uma kungukuthi ukuleyondawo namhlanje  … nanku umyalezo onamandla okukukhuthaza ukunike isibindi  njalo njalo …njalo njalo! Buyela kuYe ucele intethelelo kuYe .

KwabaseFiliphu 3:9 Ngifunyanwe kuyena, ngingenakho ukulunga okungokwami okuya ngomthetho kodwa lokho okuya ngokukholwa nguKristu, ngisho ukulunga okuvela kuNkulunkulu ngokukholwa.

Ukuma kwethu kahle kuNkulunkulu akusoze kweza ngokwenza okuhle nje .Ukuma kwethu kahle kuNkulunkulu kuza ngokholo lwethu ekuqondeni ukuthi uJesu wafela izono zethu ukuze asihlawulelele ngegazi lakhe ,wafa wavuka ,ukusinika ukuphila okuphakade .Yisipho samahhala sabantwana baKhe uBaba osezulwini ogcwele ukubathanda .

Ungalokothi wesabe ukujika uphenduke uye kuNkulunkulu ucele intethelelo yaKhe .Yingakho uJesu wakufela  !

Futhi yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.