... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Ukuhamba Uzungeze Umkhondo

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

NgokukaJohane 3:16 “Ngokuba uNkulunkulu walithanda izwe kangaka, waze wanikela ngeNdodana yakhe ezelwe yodwa ukuba yilowo nalowo okholwa yiyo angabhubhi, kodwa abe nokuphila okuphakade.

Listen to the radio broadcast of

Ukuhamba Uzungeze Umkhondo


Download audio file

Angikuxoxele ukuthi esikhathini  esiningi sokuqala ukuphila kwami ,lento yobuKhrestu ngangingayithathi notice ….. ngaphandle nje kokuthi ngizichukulezele labo ababeyithatha serious lento yokukholwa  nguNkulunkulu.Kuwe kunjani? Uyithatha serious kangakanani lendaba kaJesu?

Uma ngingakhuluma njengomuntu osebenzisa isikhathi esiningi esebenza ehlezi e-office ,ngiye ngikuthande kakhulu ukuthatha i-walk mase ngiphumile e-office ,ngithi ukulula izinyawo neqolo .Ngakho imvamisa ekuseni ngiye ngiqale ngokulula izinyawo  kusantwela enzansi.Kunendawo enezindlela eduze kwasekhaya ,okwenza ngithande ukuzihambela kuyona  lingakaphumi ilanga futhi kungakabikho muntu ohambayo.

Kodwa manje lendawo isiqala ukwandelwa ngabantu nabo abenza i-walk yasekuseni nabashova amabhayisikili ,abagijimayo.Kuba yizinhlobo nhlobo zabantu ,abasha nabadala .

Kuloluchazo lwabo kodwa kukhona olunye futhi esingabachaza ngalo : abalahlekile,asebetholakele ,abasindisiwe …,ababhubhayo.

 Futhi uyazi ukuthi akusho lutho ukuthi sibukeka kanjani ngaphandle ,ngaphakathi kukabili kusekutheni siyamazi uJesu Khrestu enguMsindisi  neNkosi yezimpilo zathu ,kumbe asazani naYe .Futhi lusuku lumbe ,yebo ngalolosuku kuphela ,uwodwa phaqa umehluko nochazo olobe lumile .Oluyiyona nto kuphela eyoba ihlukanisa omunye komunye .

NgokukaJohane 3:16 “Ngokuba uNkulunkulu walithanda izwe kangaka, waze wanikela ngeNdodana yakhe ezelwe yodwa ukuba yilowo nalowo okholwa yiyo angabhubhi, kodwa abe nokuphila okuphakade.

Ulahlekile kumbe utholiwe .Usindisiwe kumbe ungobhubhayo.Yiyona nto kuphela eyoma sihlobo.Wena ungumuphi kulaba bobabili?  Ngakube sewumamukele uJesu Khrestu waba nguMsindisi womphefumulo wakho  neNkosi yempilo yakho?

Uma ungakamamukeli ,mamukele khona manje namhlanje.Uma ungakamamukeli,thandaza umthandazo olula ,phendulela impilo yakho kuYe ,qala uyiphilele uJesu .

Ngoba suku lumbe yilento kuphela phaqa eyoma .

 Yilona kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje..



We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy

Sorry, no video available

Due to the 2020 COVID-19 situation there’s no video for this program. Enjoy the audio & text and remember, there’s lots more in the Media Lounge. Thank you for your understanding.

Visit the Media Lounge