... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Ukuphendula Ungagcwele Ukuphikisana

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favourites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

KuThithu 3:1,2 Bakhumbuze ukuba bathobele ababusi neziphathimandla, balalele, balungele imisebenzi yonke emihle, bangahlambalazi muntu, bangabi yizilwi, babe ngabavileyo, bebonakalisa ubumnene obukhulu kubantu bonke.

Listen to the radio broadcast of

Ukuphendula Ungagcwele Ukuphikisana


Download audio file

Ukuhlekisa ngabaholi bethu bezepolitiki sekuphenduke kwalihlaya elijwayelekile esephila ngalo.Angisayiphathi eyokukhonona nokukhalaza ,ukubahlasela ngamazwi  ,ukubabukela phansi nokubehlisa isithunzi .Cishe abaningi bazokuphika lokhu bekusho mhlawumbe ngezizathu zabo ezinhle . 

Manje ngakube ku-fair yini ukugxeka abaholi bethu ngalolohlobo? Kwiningi lethu eliphila kwintando yeningi kulula ukukwenza lokho  ngokuvulelekile.Kwabanye abaphila kwisimo sombusazwe esiqinile ,imiphumela ingabanzima ,kodwa futhi ukukhalaza ngenhliziyo yakho ungasho lutho ngomlomo kusanomthelela ofanayo . Kuyadlavuzana njengomdlavuza .

Kwikhulunyaka lokuqala amaKhrestu ayedonsa kanzima .Kukuloloqobo lwesikhathi lakhona leliZwi likaNkulunkulu lakhuluma kuso kanye . 

KuThithu  3:1,2 Bakhumbuze ukuba bathobele ababusi neziphathimandla, balalele, balungele imisebenzi yonke emihle, bangahlambalazi muntu, bangabi yizilwi, babe ngabavileyo, bebonakalisa ubumnene obukhulu kubantu bonke.

Akukho noyedwa uhulumeni emhlabeni oyoke ashaye abeke imithetho emihle enobuNkulunkulu yonke ;eyohlala njalo ibaphatha kahle ngenhlonipho  abantu nange fair  Ngokokubuka ngesibuko seZwi likaNkulunkulu akukho noyedwa uhulumeni kumbe umbuso selokhu kwasekelwa umhlaba okwaze ukungabi nasici ube ngo perfect.Ngakho sesizwile loluqobo lweqiniso ake simukele leliZwi  silivumele lizike kithi :

Bakhumbuze ukuba bathobele ababusi neziphathimandla, balalele, balungele imisebenzi yonke emihle, bangahlambalazi muntu, bangabi yizilwi, babe ngabavileyo, bebonakalisa ubumnene obukhulu kubantu bonke.

Uthando lukaNkulunkulu lunjalo uma lukuwe lukwazi ukuguqula zonke izimo luthelwe luthululwe kuzo zonke izimo ngawe ,qede asebenze ngommangaliso emfihlakalweni ,Ungalokothi ungabaze amandla alo 

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.


We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy

Make your gift monthly to share more Living Hope!

Hearts are open to Jesus at Easter. Your monthly support will help reach millions around the world to share the hope of Christ.

Make it Monthly