... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Ukusondela Uthi ne!

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

EkaJakobe 4:8 Sondelani kuNkulunkulu ,khona uyakusondela kinina.Hlanzani izandla nina zoni ,nihlambulule izinhliziyo nina bonhliziyombili.

Listen to the radio broadcast of

Ukusondela Uthi ne!


Download audio file

Ngakube uyabulangazelela ubudlelwane obuseduze ngokunamathele noNkulunkulu? Ngakube lobobudlelwane sebukuhungile  wazizwa bukuluthile ,uphakathi kuzo zonke iziphazamiso zakulomhlaba ,oqhubeka uziphonsa kuwe .Ngakube bunjengotalagu ehlane ? Uma kunjalo nakanjani umyalezo wanamhlanje ungowakho .Noma kanjani .

Ubudlelwane obujulile obucebile noNkulunkulu buyakuguqula.Manje abanye abantu  Bangase bangibuke ngelinye iso elingejwayelekile ukubuka ngalendlela.Abantu bangakubuka sengathi  ungohlukile ongajwayelekile uma ubeka inhliziyo yakho ithi neh ebudlelwaneni kuNkulunkulu  ,kulungile ke.

Ngiyazikhumbula lakhona ngabe ngingonekhanda eliqinile ,ngiwumqansa ongagijelwa mbongolo  ,ngamhla nginikela impilo yami kuJesu ngazizwela uNkunkulu eseduze ,uNkulunkulu ophilayo owaletha uJesu ukuzongifela kulesosiphambano .

Abantu babethi    ekaze kwenzakaleni kimi ,ngakube sengithathwe yinkolo ? Ngakube zimshiyile yini usewumantuntanendishi ?

Akusikho ukuthi mhlambe ngaveza ukuziphatha okuthusanayo .Yingoba nje ukuba seduze noNkulunkulu kuyakuguqula ngokuphelele ngamandla .Kungani ukuthi ungeguquke ?

Baningi abantu abamlambele uNkulunkulu kodwa othola ukuthi abakutholi ukunamathela kuYe.Kube sengathi bangabantu abalahlekelwe yindlela futhi abasazi babuyele  kanjani emumva .

Mhlawumbe sekuyisikhathi sokuthi uthi neh usondele kuYe .

 EkaJakobe 4:8 Sondelani kuNkulunkulu ,khona uyakusondela kinina.Hlanzani izandla nina zoni ,nihlambulule izinhliziyo nina bonhliziyombili.

Nasi isethembiso ,uma usondela kuNkulunkulu naye uyakusondela kuwe uthi nakanjani uma unesono osibonayo siyakuphazamisa empilweni yakho  kulobudlelwane naYe ,sifake ifosholo usigxale .

Sondelani kuNkulunkulu ,khona uyakusondela kinina. Yilona kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje..



We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy

Sorry, no video available

Due to the 2020 COVID-19 situation there’s no video for this program. Enjoy the audio & text and remember, there’s lots more in the Media Lounge. Thank you for your understanding.

Visit the Media Lounge