... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Ukuthokoza Ungakhalazi

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favourites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

KwabaseFiliphi 2:14,15 Yenzani konke ngokungakhononi nokungangabazi. ukuze nibengabangasolekiyo nabangenacala, abantwana bakaNkulunkulu abangenasici

Listen to the radio broadcast of

Ukuthokoza Ungakhalazi


Download audio file

Uyazi ukuthi kunjani . Phezu kwazo zonke izinto ezisemqoka empilweni yakho ezobudlelwane zakho,ezezimali,okungu 9 kokungu 10 konke kuyaphuphuma kahle .Kodwa kukhona lento eyodwa ekubangela usizi nokukhathazeka . 

Futhi uyazi kuba kanjani ,angithi ?! Sifuna ukusokola sikhalaze ngalento eyodwa ,ndlelana thizeni sikwenze lokhu sengathi asiboni sanhlobo ,sikhohlwe yilokhu okungu 9 okuhamba kahle kakhulu ezimpilweni zethu .Kungani sikwenza lokho ? Ngicabanga yimveloluntu . 

Ngakho kuza ngesankahlu okungathi siyimpama ebusweni bethu ,uma ubuka uJesu ubona ukuthi akazange akhalaze nakanye ngempilo  yakhe .Yebo ezikhathini ezithize wayebasola abafundi baKhe .Kwezinye izikhathi wabagxeka abaholi bezenkolo besikhathi sakhe .Kodwa sikhona isigameko lakhona wawumuzwa ekhalaza ngento eyodwa nje empilweni yaKhe ? Angicabangi kanjalo . 

Hhayi ngisho esikhathini lakhona wadayiswa ngu-Judas ,waquliswa icala ngobuqili ,washawa ,wahlaziswa okwathi ekugcineni wabethelwa ngezipikili esiphambanweni .Lutho nakanye ekhalaza ! 

Lokho okwenza ukuthi konke lokhu kukhalaza esihlale sikuthwele ngeqoma usuku nosuku kube yinja engenamazinyo ,awucabangi kanjalo ?

KwabaseFiliphi 2:14,15 Yenzani konke ngokungakhononi nokungangabazi. ukuze nibengabangasolekiyo nabangenacala, abantwana bakaNkulunkulu abangenasici

Yikuphi ,ngokukaNkulunkulu esimelwe ukukwenza ngaphandle kokukhonona  ? konke ngokungakhononi!  Manje futhi kungani simelwe ukwenza zonke izinto ngaleyondlela ? ukuze nibengabangasolekiyo nabangenacala, abantwana bakaNkulunkulu abangenasici

Ngakho namhlanje ake sibambe isambulo ndawonye .Noma ngabe izinto ziba nzima kanjani ,noma ngabe zingabukeka zi-unfair kanjani ,yima ukukhonona nokukhalaza ,yima ukuphikisana …qhubeka khona izinto zinjalo uhlabele phambili ! 

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje. 


We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy

Make your gift monthly to share more Living Hope!

Hearts are open to Jesus at Easter. Your monthly support will help reach millions around the world to share the hope of Christ.

Make it Monthly