... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Ulimi Lwakho Nenhliziyo Yakho

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favourites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

NgokukaLukha 6:45 Umuntu omuhle uveza okuhle emfuyweni enhle yenhliziyo, nomubi uveza okubi emfuyweni embi; ngokuba umlomo wakhe ukhuluma ngokuchichima kwenhliziyo.

Listen to the radio broadcast of

Ulimi Lwakho Nenhliziyo Yakho


Download audio file

Ngakho nanku umbuzo ,ubaphatha kanjani abantu ,emsebenzini,emndenini,ekhaya ,omakhelwane bakho? Uma ubabuka uyakubona ukuba yizidalwa ezingabantu kubo kumbe ubabona beyizinto ezimile?

Izimpendulo zakho zisemqoka kakhulu,ngoba zizokutshela okuqhubeka enhliziyweni yakho .Njengokuba itechnology iyilokhu eyikhona kulezinsuku ,kulula ukuziqhelisa ,ngomzimba nangenhliziyo kubantu esiphila nabo .

Futhi okuthi esikhundleni sokubabona  bengabantu –abanamathemba ,amaphupho ,nezintshisekelo nokuhluleka ncimishi njengathi –nokubaphatha ngesihe esidingwa nguluntu lonke ,kuhlale kulula ukubabona benjengezinto ,izingcungcu zamatshe ,zokugudluzwa ziyiswe ngapha nangapha ukuhambisana nezinhloso zethu .

Manje masisha sesindaweni emnyama .Izinhliziyo zethu zisindwe ngabo ,zihlose amacebo amabi …agcina esephuma ngemilomo yethu .Awungikholwa lokho engikushoyo ?

NgokukaLukha  6:45 Umuntu omuhle uveza okuhle emfuyweni enhle yenhliziyo, nomubi uveza okubi emfuyweni embi; ngokuba umlomo wakhe ukhuluma ngokuchichima kwenhliziyo.

Esikusho kwabanye kulahla lokhu esikushoyo ngezinhliziyo zethu .Indlela esiphatha ngayo abanye abantu kukhombisa ngokusobala  ukuthi sicabanga ndlelani ngabo .Ake sikuvumele lokhu kekuzike kancane ezinhliziyweni zethu futhi:

Umuntu omuhle uveza okuhle emfuyweni enhle yenhliziyo, nomubi uveza okubi emfuyweni embi; ngokuba umlomo wakhe ukhuluma ngokuchichima kwenhliziyo.

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje. 


We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy

Make your gift monthly to share more Living Hope!

Hearts are open to Jesus at Easter. Your monthly support will help reach millions around the world to share the hope of Christ.

Make it Monthly