... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Umshado Uyilokhu Owenza Ube Yikho

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

1 EkaPhethru 3:7 Kanjalo, madoda, hlalani nabo ngokokwazi, njengalokhu owesifazane eyisitsha esibuthakathaka, nibanike udumo, lokhu beyizindlalifa zomusa wokuphila kanye nani, ukuze imikhuleko yenu ingathiywa.

Kubukeka abashadile behlukanisa ngokwsibalo esiphezulu kakhulu .Okuningi okushiwoyo ngokokuthi ‘sasingahambelani singafanelene’ –sibona manje ukuthi sasingafanelene .Ngempela ? 

Ngiye ngizibuze ukuthi ekaze empeleni abantu ababili  kungenzeka yini ukuthi kulomhlaba bafanelane bahambisane .Yebo ,nebala kufanele ukuthi uma ababili sebethembisene umshado kumele baqale baxoxe ngezinto ezisemqoka emshadweni ,izingane ,ezemfundo nomsebenzi ,la abathanda ukwakha bahlale khona njll .

Futhi uma  kungukuthi bengakashadi baqhelelene ngamalengiso kulezihloko ,neziningi,akumele bashade labobantu .Kodwa inkinga uma beke bashade ,inkomo isisejokeni.Kumbe kumele kube wukuzibophezela okumiyo noma  kunjalo .Futhi sithola ukuthi ziningi izehlukaniso ezikhona ngaphansi kwegama elithi ‘sinomehluko ezintweni eziningi ongeke ulungiseke’ .UNkulunkulu ngakolunye uhlangothi umshado uwubeka ezingeni eliphezulu kakhulu. 

1 EkaPhethru  3:7Kanjalo, madoda, hlalani nabo ngokokwazi, njengalokhu owesifazane eyisitsha esibuthakathaka, nibanike udumo, lokhu beyizindlalifa zomusa wokuphila kanye nani, ukuze imikhuleko yenu ingathiywa.

Akushoyo emadodeni la ,ngukuthi ngokokuvulekile ,imishado yawo iyilokhu wona eyenza ibe yikhona .Uma  engawaphathi kahle amakhosikazi awo kahle ,engawahloniphi ,akuzukuhamba kahle.

Ake sibuke umshado wakho okwesikhashana namhlanje .Yiyiphi ingxenye uNkulunkulu akubizele ukuyidlala? Yikuphi okungamela unikele ngakho ukudele ukuze ucebise umshado wakho  [noma sithi  ngisho ukuwutakula uma ukulesosigaba] ? 

Futhi angiphinde ngikusho lokhu ,uma kungukuthi mhlampe uyindoda usanda nakuzwa uhlelo ,phela ngisho noNkulunkulu uzoma ukuzwa imithandazo yakho .Yiyona oku-serious ngayo lendaba yomshado ayibuka ngayo .Indaba la isekutheni : Umshado wakho uyilokhu owenza wena ube yikho. 

Yilona kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje..