... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Umzimba Wakho Ovuswayo (1)

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favourites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

1 KwabaseKhorinte 15:37-42 Futhi lokho okuhlwanyelayo awuhlwanyeli umzimba ozakuba khona kepha uhlamvu oluze, noma kungaba ngolukakolweni, noma kungaba ngolokunye; kepha uNkulunkulu ulunika umzimba njengokuthanda kwakhe, yileyo naleyo mbewu owayo umzimba. Inyama yonke ayinhlobonye, kepha enye ngeyabantu, enye yinyama yezilwane, enye yinyama yezinyoni, enye ngeyezinhlanzi. Ikhona nemizimba yasezulwini nemizimba yasemhlabeni; kepha inkazimulo yeyasezulwini iyodwa, neyasemhlabeni iyodwa. Iyodwa inkazimulo yelanga, iyodwa inkazimulo yenyanga, iyodwa inkazimulo yezinkanyezi; yebo, enye inkanyezi yahlukile kwenye inkanyezi ngokukhazimula. Kunjalo nokuvuka kwabafileyo. Kuhlwanyelwa kunokubola,kuvuswa kungenakubola

Listen to the radio broadcast of

Umzimba Wakho Ovuswayo (1)


Download audio file

Abantu abaningi bayakujabulela ukukholwa yisethembiso sikaJesu sokuphila okuphakade ,ngokokucabanga ,kodwa ngokokuphathekayo siyalwazi uqobo olungemnandi lokufa –umzimba usebhokisini lomngcwabo.Umzimba wethu wasemhlabeni uyakhathala qede ubole . 

Ngakho uma usuya kwizingcucu zemininingwane ephathekayo ,ingempela lento yokuvuka yenzeka kumbe isebenza kanjani ?Nangu uPhawuli futhi  …

1 KwabaseKhorinte  15:37-42  Futhi lokho okuhlwanyelayo awuhlwanyeli umzimba ozakuba khona kepha uhlamvu oluze, noma kungaba ngolukakolweni, noma kungaba ngolokunye; kepha uNkulunkulu ulunika umzimba njengokuthanda kwakhe, yileyo naleyo mbewu owayo umzimba. Inyama yonke ayinhlobonye, kepha enye ngeyabantu, enye yinyama yezilwane, enye yinyama yezinyoni, enye ngeyezinhlanzi. Ikhona nemizimba yasezulwini nemizimba yasemhlabeni; kepha inkazimulo yeyasezulwini iyodwa, neyasemhlabeni iyodwa. Iyodwa inkazimulo yelanga, iyodwa inkazimulo yenyanga, iyodwa inkazimulo yezinkanyezi; yebo, enye inkanyezi yahlukile kwenye inkanyezi ngokukhazimula. Kunjalo nokuvuka kwabafileyo. Kuhlwanyelwa kunokubola,kuvuswa kungenakubola

Kholwa nguJesu ,nakanjani lusuku lumbe uma ukholwe nguYena uyothola umzimba omusha sha omuhle ongasayikubola .

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.