Ungathembela KuYe
We're glad you like it!
Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.
Ihubo 37:5-9 Nikela indlela yakho esandleni sikaJehova umethembe ,yena uzakukwenza .Uzakuhlaukisa ukulunga kwakho njengokukhanya nokufanele wena njengemini .Thula phambi kukaJehova ulindle Yena ;ungakhathazeki ngonenhlanhla endleleni yakhe ,ngomuntu osongoza amacebo amabi .Pheza ukuthukuthela ,yeka ulaka ungakhathazeki ;kubanga ukona nje .Ngokuba ababi bazakuchithwa ,kepha abalindela uJehova bazakudla ifa lomhlaba .
Imizwa yenhliziyo iyingxenye enkulu yesiyikho ,nembala .Kodwa ingalimaza ,ngiyakutshela wena ingachitha isaphaze kwasani qede singene kwezinkulu izinkinga lezi .
Sikhulumile ngalokhu izolo ,njengokuba uNkulunkulu ekhulumile ngeZwi lakhe , ukuqhubeka senza okuhle ebusweni bakho konke okubi okusizungezile .Ukuma ukuphendula ngokubi kunalokho sibe ngaba zinzile la sikhona siqinile ,sincike kuYe siqhubeka phambili kwesikwenzayo ebuhleni esikubona .
Kodwa lokho kunzima ,akunjalo ? Kungokunye ukusho ukuthi , “Ungabi nandaba nabantu ababi ababukeka bephumela ,wena nje qhubeka wenza okuhle kuNkulunkulu ,” kodwa kungokunye ngempela ukukuphila lokho empilweni yongokoqobo .Mina ngokwami ngiyaludinga usizo ngalokho ,kuwe kunjani ? … “lolo sizo”
Ihubo 37:5-9 Nikela indlela yakho esandleni sikaJehova umethembe ,yena uzakukwenza .Uzakuhlaukisa ukulunga kwakho njengokukhanya nokufanele wena njengemini .Thula phambi kukaJehova ulindle Yena ;ungakhathazeki ngonenhlanhla endleleni yakhe ,ngomuntu osongoza amacebo amabi .Pheza ukuthukuthela ,yeka ulaka ungakhathazeki ;kubanga ukona nje .Ngokuba ababi bazakuchithwa ,kepha abalindela uJehova bazakudla ifa lomhlaba .
Lusizo luni lolo ? UNkulunkulu uqobo lwakhe . Ungancika kuYe.Uyokusiza .Uyovese enze ukuthi ukukhanya kwakho kukhanye ebumnyameni .Ngakho …manje ? Ngingasaphenduli ?! Ungayivumeli imizwa yenhliziyo yakho ikuxove ikugwamande .Ungadinwa ungaphatheki kabi .Ungadonseleki ebubini babo .
Ungayigcina ilokhu iqashiwe imizwa yenhliziyo yakho qede uphephe , ngoba uNkulunkulu wakho uthembekile .Methembe !
Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.