... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Ungazikhohlisi

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favourites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

KwabaseRoma 14:9-12 Ngokuba ngenxa yalokho uKristu wafa, wabuye waphila ukuba abe yiNkosi yabafileyo neyabaphilayo. Kepha wena umahlulelelani umzalwane wakho na? Futhi umdelelelani umzalwane wakho na? Ngokuba sonke siyakumiswa phambi kwesihlalo sokwahlulela sikaNkulunkulu. Ngokuba kulotshiwe ukuthi: “ ‘Kuphila kwami,’ isho iNkosi, ‘kimina ayakuguqa amadolo onke, nezilimi zonke ziyakudumisa uNkulunkulu.’ ” Ngalokho-ke yilowo nalowo phakathi kwethu uyakuziphendulela kuNkulunkulu.

Listen to the radio broadcast of

Ungazikhohlisi


Download audio file

Kune risk futhi enkulu ,ekhomba ukuthi ngesikhathi sikhula kuKhrestu ,kusikhathi sinye lobubudlelwane bethu naye kukhula ukulawula kwemiyalo yakhe ezinhliziyweni zethu ,kusikhathi sinye sifikelwa ngumuzwa wokuzizwa sibakhulu kunabanye abantu . 

Kungenye yezinkinyankiya zokuphila lezo.UKhrestu usibizele entobekweni ;ukuthatha isiphambano sakho umlandele noma ngabe yikuphi akuholela khona ,ngisho kungakubiza nani lini.Okuyinto kanye ayenza ngamhla endlala phansi ukuphila kwakhe ngami nawe.

Ngakho ,kungenzeka ukuthi sewuhambe noJesu isikhathi eside manje ,sewuqala ukukwejwayela .Yebo ,iyakufanela lesudu kaKhrestu ozigqokise yona …njengokuba nezibhalo zithe yigqoke . 

Hhayi lento nje yobuKhrestu ngimuka nayo uthuli .Ngiyenza kamnandi!  Futhi ubungambuka yini lo wesifazane ofike late enkonzweni ,ongazange aklame alungise kahle ngisho izinwele zakhe .Ngempela? Udinga ukuzihlela kahle . 

Yisikhathi sokuzihlola lesi : 

KwabaseRoma  14:9-12Ngokuba ngenxa yalokho uKristu wafa, wabuye waphila ukuba abe yiNkosi yabafileyo neyabaphilayo. Kepha wena umahlulelelani umzalwane wakho na? 

Futhi umdelelelani umzalwane wakho na? 

Ngokuba sonke siyakumiswa phambi kwesihlalo sokwahlulela sikaNkulunkulu.  Ngokuba kulotshiwe ukuthi: “ ‘Kuphila kwami,’ isho iNkosi, ‘kimina ayakuguqa amadolo onke, nezilimi zonke ziyakudumisa uNkulunkulu.’ ” 

Ngalokho-ke yilowo nalowo phakathi kwethu uyakuziphendulela kuNkulunkulu.

Ngakube ufuna ukuchaza kabanzi ngempakamo yakho ,lowomuzwa wokuzizwa umkhulu kunabanye ngalolo suku lweNkosi?  Ngempela? 

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.