... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Usawoti Odumele

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

NgokukaMarkhu 9:50 “Usawoti muhle, kepha uma usawoti engasenabusawoti, niyakumhlaziya ngani na? Yibani nosawoti phakathi kwenu, nihlalisane ngokuthula.”

Listen to the radio broadcast of

Usawoti Odumele


Download audio file

Usawoti yinto esiyisebenzisayo ukukufaka ekudleni okungena taste kumbe  ekudleni okuzo taster kangcono . Usemqoka kangako kodwa kumbalwa sicabanga ngawo .

Esikhathini esithile usawoti wawusemqoka ngisho kunegolide .Kulezinsuku usungumkhiqhizo ongatheni .Koda mangase kube nomuntu ofake lo powder omhlophe kodwa ungenzi lutho ekudleni kwakho uyokwenzenjani ? Uyivese uwuthathe uwuphonse kude le .Okuyolona phuzu alishoyo la  :

NgokukaMarkhu  9:50 “Usawoti muhle, kepha uma usawoti engasenabusawoti, niyakumhlaziya ngani na? Yibani nosawoti phakathi kwenu, nihlalisane ngokuthula.”

Wenza ukumatanisa la  ngamandla obusawoti kanjalo nempilo  yabafundi bakhe .Noma ubani okholwa nguYe ,onoMoya wakhe ,uMoya oNgcwele ,uMoya Ongcwele ephila kubo .

Lokhu kusinika izinga lekumele sibe yikho ukungeza itaste ezimpilweni zabanye ,kuyinto ekhethekile lokhu  okuchaza  –uthando oluzidelayo ,ububele ,ubumnene,inhlakanipho nentobeko  okwengeza ingcebo enkulu ezimpilweni zabo ngaphezu kokuba amagama ubengachaza .

Kodwa empeleni uma singamvumeli uJesu ukusiguqula ,hle hle sibe yilowomuntu kanye ,ukwenza lezo zinto ,uma kunjalo kobe kuchaza ukuthi ukholo lwethu kuye ,noMoya wakhe kithi akusizi lutho njengalosawoti odlise ngobumhlophe kodwa i-taste dololo.

“Usawoti muhle, kepha uma usawoti engasenabusawoti, niyakumhlaziya ngani na? Yibani nosawoti phakathi kwenu, nihlalisane ngokuthula.”

Shlobo sami uma ukholwa nguJesu ,ungusawoti afuna ukuwengeza awufake ezimpilweni zabantu abalusizi nabalamele kulomhlaba .

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.