... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Yini Eyokukhathaza Umoya ?

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favourites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

NgokukaMathewu 4:12,13,17 Kuthe esezwile ukuthi uJohane uboshiwe, wamuka waya eGalile. Wasuka eNazaretha, weza wahlala eKapernawume elingaselwandle emikhawulweni yakwaZabuloni neyakwaNafetali …… Kusukela kuleso sikhathi uJesu waqala ukushumayela nokusho ukuthi: “Phendukani, ngokuba umbuso wezulu ususondele.”

Listen to the radio broadcast of

Yini Eyokukhathaza Umoya ?


Download audio file

Kubukeka kukhona izinga lokumziba uJesu okusemhlabeni okuphinde nasebandleni futhi kube khona : uJesu ngokweZwi likaNkulunkulu uyilo anguyena futhi uyilokhu akufundisa .

Uma ufuna impilo yakho izinethezekele ibe ntofontofo ,ingabi naziphazamiso eziningi ,nezingcindezi zokwenza izinto okuningi ,izinselelo eziningi ,ngakho into elula kuwe ukuyenza ngukuphila ekuzibeni ubuqiniso boqobo luka Jesu .Ngempela ?  Leyompilo engubuthebelele kumnandi kulula ukuyiphila engekho loJesu wempela kukhona lo ozicatshangelwa nguwe , kunalo Jesu wempela ochazwe yiBhayibheli  … kuze kube ngukuthi lusuku lumbe akusenzeki ! Kuze kube ngukuthi lusuku lumbe wonke lowomqondo usufinyelela kahle ezindlebeni zakho  .

Ngoba esigabeni esithile nakanjani uzofika .

Ngoba esigabeni esithize iminako yalomhlaba izofika esigabeni sokukucika ,nesono sakho sikusinde uze ubuyele ezinqgqondweni zakho  ukuthi angishiye phansi lento ngikhathele manje yiyona ,nakuba yayikukitaza .

NgokukaMathewu  4:12,13,17 Kuthe esezwile ukuthi uJohane uboshiwe, wamuka waya eGalile.  Wasuka

eNazaretha, weza wahlala eKapernawume elingaselwandle emikhawulweni yakwaZabuloni

neyakwaNafetali ……  Kusukela kuleso sikhathi uJesu waqala ukushumayela nokusho ukuthi:

“Phendukani, ngokuba umbuso wezulu ususondele.”

Manje ngale kongabazane ,lento “yokuphenduka” ,ukuguquka ezintweni ozaziyo zi-wrong ,ukushiya indawo yakho obusuphila kuyo entofontofo [njengokuba uJohane waboshwa esikhathini sokuqala ukushumayela kukaJesu]  akuzukuba mnandi …nakanjani kuzokukhuba emoyeni  wakho . Impilo ayizukuhamba ngendlela entofontofo obucabanga ukuthi kuzoba yiyona .

Kodwa kungcono impela ukuvumela uJesu akufake emgwaqeni oyiwona kunokuphila ezintweni ezikucekela phansi .

“Phendukani, ngokuba umbuso wezulu ususondele.”

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.