... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Iqhaza Lakho Ekuthuleni

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

KuThithu 2:1-5 Kepha wena khuluma lokhu okufanele isifundiso esiphilileyo sokuthi: Amadoda amadala mawabe ngazithibayo, azothileyo, aqondileyo, aphilile ekukholweni, nasothandweni, nasekubekezeleni; kanjalo nabesifazane abadala baziphathe ngokufanele abangcwele, bangabi ngabahlebi, bangabi yizigqila zewayini eliningi, babe ngabafundisi bokuhle, ukuze bafundise abesifazane abasha ukuthanda amadoda abo, bathande nabantwana babo; babe ngabaqondileyo, abamhlophe, abaphatha kahle amakhaya, abamnene, abathobela amadoda abo ukuba izwi likaNkulunkulu lingahlanjalazwa.

Listen to the radio broadcast of

Iqhaza Lakho Ekuthuleni


Download audio file

Izimpi ziphetha kanjani?   Impendulo , emva  kongqubuzano olusuke selulalise izidumbu bamanxebanxeba abanye zinhla zombili ezilwayo  ,okuyinto okusuke engekho okuthanda kwenzeke kubo ,kuphetha izinhlangothi zombili zihlala etafuleni ziqale izingxoxo zokudala ukuthula .Iphuzu la ngukuthi ukuthula akuvesi kuzenzekele .

Ziningi izimpi ezilwiwayo emiphakathini namhlanje  –ezobulili ,ezembangazwe ,abacebile nabampofu ,abansundu nabamhlophe .Futhi lezizimpi azikho nje emiphakathini yethu kuphela kodwa nakithi kwingaphakathi lethu ,emindenini ,khona kanye la sikhona .

Ngani ? Ngokuthembeka ,yingoba sesidukile kwi common sense esobala ,enhlakaniphweni kaNkulunkulu ,ngoba sazi ukuthi sazi kangcono . Ngakho nansi i-common sense eqhamuka kuNkulunkulu uqobo lwakhe .

KuThithu  2:1-5 Kepha wena khuluma lokhu okufanele isifundiso esiphilileyo sokuthi: Amadoda amadala mawabe

ngazithibayo, azothileyo, aqondileyo, aphilile ekukholweni, nasothandweni, nasekubekezeleni; kanjalo

nabesifazane abadala baziphathe ngokufanele abangcwele, bangabi ngabahlebi, bangabi yizigqila

zewayini eliningi, babe ngabafundisi bokuhle, ukuze bafundise abesifazane abasha ukuthanda

amadoda abo, bathande nabantwana babo; babe ngabaqondileyo, abamhlophe, abaphatha kahle amakhaya, abamnene, abathobela amadoda abo ukuba izwi likaNkulunkulu lingahlanjalazwa.

Yebo kungenzeka izikhathi seziguqukile ,kodwa abasha nabadala ,sonke sineqhaza esinalo ukuletha ukuthula emindeni yethu ,ezihlotsheni nasemiphakathini yethu .Sikuvuma ukuthi lokho akulula .Kubiza ukujuluka ubhunkule ,uzidele ,kubiza ukukhalipha namasu .Okubalulekile ngukuthi ukuqonde ukuthi ukuthula akuzenzekeli .Umelwe ukudlala  indawo yakho ukukwenza kwenzeke  .

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.


We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy