-
Isikhathi Sokulingwa
Nini nanini lakhona izinto zisicindezela –kungaba ngokwenyama ,imizwa yenhliziyo kumbe ngokomoya –uke ukuqaphele lokhu ukuthi isilingo sibukeka siza kuwe simafindofindo . ...
-
Ubhabhathiso LukaMoya Ongcwele
Ngakube sewuke wazibuza ukuthi ekaze ubhabhadiso lungani ingempela ? Lisiko elidala eliqhubeka ligcinwa kumakhulukhulu eminyaka –laqala ebuJudeni lase liza kuBuKhrestu .Ngisho ...
- Enjoying The Content? For the price of a cup of coffee each month, you can enable Christianityworks to reach 10,000+ people with a message about the love of Jesus!
-
Ukulungisela Indlela YeNkosi
Ngokwe –experience yami mhlawumbe nakweyakho futhi ,UNkulunkulu wenza izinto ezethusayo ,izinto esisuke singazilindele ;izinto ezisishiya simangele …kungani ? Ake uthathe ...
-
Ubungcwele 101
Ngingake ngikucele ukume ucabange namhlanje ukuthi yiziphi izinto eziseqhulwini kuwe ? Ngoba izinto ezizeqhulwini kuwe yizo ezigcina zigwedla ziqondisa impilo yakho la eya khona ...
-
Ukwahlukaniswa Ngokungcweliswa 101
Ukuhlanza zonke izenzo zakho ,noma ngabe yiziphi empilweni yakho obonayo zidinga ukuhlanzwa ,akulula kunzima .Lezonjwayezo zifa kanzima .Zibukeka zifuna ukunamathela kuwe qede ...
-
Ukunikwa Amandla 101
Sonke sizazela kahle ukuthi asimandla kokuthile ,siyashoda lapha nalapha .Kodwa kuhlale kunzima ukuba nakho konke okunqala kuhlangene esikhathini esisodwa .Kubukeka kuba khona ...
-
Ukuphenduka 101
Umbuzo . Uma uNkulunkulu esithethelela izono zethu ngoJesu Khrestu ngesiphambano segazi lakhe ,ngakube pho siyadinga yini ukuguqula indlela esiphila ngayo ,sishiye izono ...
-
Insindiso 101
Kuyinto eyinzuzo ukuhlale sihlale sibuyele ezisekelweni ,ukuqinisekisa sizibambe kahle ,kanjalo nokuzikhumbuza ukuthi yikuphi okusemqoka ngokweqiniso . Futhi into eyodwa ...
-
Umnikelo Omukelekayo KuNkulunkulu
Esikweni lesilungu mawubona indoda iphethe izimbali iziyisa kothandwa yinhliziyo yayo nathi esesilenza nokuthenga uchocolate ,usuke uzibuze ukuthi isuke izithengeleni noma ...
-
Sewake Wazibuza Ukuthi Ekaze Kungani …
Sewake wazibuza ukuthi kungani intokozo owake waba nayo ,intokozo owawukholwa uNkulunkulu ufuna ube nayo ,kubukeka sengathi seyihwamukile ? Pheshe ,nyamalaliyane ,yaphela ...
-
Uhlanzo Ngaphakathi
Uma uma ucabanga kahle siyazi ukuthi izenzo zethu zigeleleza zivela kokusenzinhliziyweni zethu .Inkinga ngukuthi asimi kesicabange ngakho . Kunini la owagcina khona ukuzizwa ...
-
Vuleleka KuNkulunkulu
Uma sihambe ngendlela engeyiyo ,uma sinokwazi okucacile ukuthi sihambe ngendlela ewrong ,ngaphakathi sifuna ukubaleka sicashele uNkulunkulu .Kuyamangaza lokho ,angithi? Kodwa ...
-
Ububi Buyoma Nini ?
Kukho konke okuqhubeka emhlabeni ,kwenza iningi lethu lizibuze ukuthi –kanti bonke lobububi buyoma nini ? Lokho akuwona umbuzo nje kodwa ngumbuzo ngempela ofanelwe ...
-
Izinkinga Maziphenduka Izimangaliso
Impilo isikakhulu ingokwenza into eyodwa ulokhu uyiphindelela . Njengokuba omunye obengicwecwa engikhulisa ubevamise ukuthanda ukuthi athi kwezinye izinsuku umelwe ukudonsa ...
-
Izithelo Zokuqondiswa
Ngisafuna ukumbona umuntu okuthandayo ukuqondiswa ,othokozayo uma kunomununtu ovese amdonsele eceleni emthsela uphaphalaze la nala .Kuwe ? Abantu abaningi abahle ...
-
Ubufakazi Bokholo
Ngakube sewuke ukhathazeke ngokuthi ekaze abantu bayakuqaphela yini ukuthi uhlukile ? Mhlawumbe ngobumnene,ububele,intobeko ,imfudumalo …inhlakanipho.Kumbe abakutholi lokho ...
-
Ukufa KuKhrestu Usuku Nosuku
Uma sizothembeka ngokweqiniso kithi,izinto eziningi esizilangazelelelayo kulomhlaba zingukuzicabangela thina ,ukuholeleka ophathe …ziliphutha eliqondile .Futhi thembeka lokho ...
-
Ukuhlinzwa Okunamandla Okudingekayo
Iningi lethu sinokubona okuhle mayelana nokuright noku wrong .Ngakho siyaqala sizibeke ekwenzeni okuhle ,kunokubi . Senze kuthi xaxa oku right .Sehlise oku wrong.Sithemba ukuthi ...
-
Isithako Sokuthula (3)
Usuku nosuku ake ngikubuze yini ephusha imicabango yakho ? Yini ekwenza wenze okwenzayo ;ube yilo onguye ? Abantu abaningi uma bebezothembeka bebezothi …izimo zabo,abantu ...
-
Isithako Sokuthula (2)
Nanti iqiniso elibabayo :inkambiso yakho kubantu abalukhuni empilweni yakho kungagcina ukuthula kukaNkulunkulu kumbe kukwephuce khona . Cha ,phela ukuthula kwakho ukuqhubeka ...
-
Isithako Sokuthula (1)
Ziningi izinto empilweni yakho ezingakuphuca ukuthula kwakho .Kodwa ohleni phezulu ngezobudlelwane ezihamba zodwa .Labobantu abanzima . Ungqubuzano .Inkemba noma umkhonto ...
- Enjoying The Content? For the price of a cup of coffee each month, you can enable Christianityworks to reach 10,000+ people with a message about the love of Jesus!
-
Phakathi Esivunguvungwini
Izinto impilo esijikijela ngazo kwesinye isikhathi zingaba ngezesabekayo .Kwezinye izikhathi kubukeka zisivoshozela phansi .Noma kube yikuphi .Kodwa esikudingayo hle hle ...
-
Indlela Yokubona Amanga
Inkohliso isikake nxazonke kulezinsuku . Phezu kokuba abahleli bezindaba nezintatheli beneminyaka befaka lokho okubizwa ngezindaba yonke leminyaka ,kulezinsuku ngoba sibhekene ...
-
Gijima Kumbe Uye Kude
Ukusebenza ngokubambisana niyi team kuyancomeka nhlazonke la obuka khona –ezinkampanini eziphumelelayo ,kumaqembu ezemidlalo awinayo ,emabandleni emindenini . Kungumqondo ...
-
Yini UNkulunkulu Angeke Ayibusise
Kunezikhathi lakhona uNkulunkulu ezwakala eqhele ngamamayela ekude le .Lowo ngumuzwa okwenza ungazinzi kahle .Ngisho kungathiwa awumthandi uNkulunkulu ,uma ungakafiki lapho ...
-
Kungani Sikhathazeka Ngobungcwele ?
Ukuba ngomuhle ,owenza okuhle ,kungaba yinto enzima .Esikhathini lakhona wonke umuntu eziphethe kabi – futhi kungakanani lokho kwenzeka ngokwemvama ?! ukuphikisana neningi ...
-
Ngabe Liyinganekwane IBhayibheli ?
Asivume ngokwethembeka ukuthi lomqingo AMaKhrestu awubiza nge ‘bhayibheli’ uqukethe izindaba ezinye okunzima ukuzikholwa.UJesu eguqula amanzi ewenza iwayini ;ehamba phezu ...
-
Lakhona Ukuphuka Kuphenduka Isibusiso
Unenkinga uma ngikubuza namhlanje ukuthi sewake wazizwa ungophukile ngaphakathi ? Sewake waba nalomuzwa wokuthi kukhona okungalungile ;okokuthi uzizwa ungenamagalelo anele ...
-
Amandla Akho Avela ENkosini
Kunezikhathi empilweni okungathi noma sizama kanzima kanjani ,ukuthi sifaka kangakanani umfutho nokuzinekela entweni ethile ,izinto azibonakali zihlangana.Ingacaci indlela ...
-
Ungaigeki
Umcabango wokugigeka kunoma yini ongabe uyenza ,mawukufikela uletha ukwesaba .Akucabange uvaleleke egunjini lomkhumbi ozikayo .Akucabange ugigeke uvaleleke emathunjini omhlaba ...
-
Mangase Kwenzeke Kunongabazane
Angazi noma ubungahlanganyela nami ukuzikhumbuza okuthile okwadlula ,sibuyele emumva le lakhona kwakwehlela ,kwakenyukela kulezontaba ,lalishisa ilanga libalalele lithe woklo ...
-
Ubuwula Besiphambano
Ngingakubuza namhlanje ukuthi ukhaliphe kangakanani ? Ngesikhathi usabuka emumva empilweni yakho ,sewulandele kanjani endleleni yabahlakaniphile ? Mhlawumbe wenze kahle ...
-
Yima Ukuphikisana
Kubukeka kungasho lutho ukuthi uhlanganise iqeqeba elingakanani labantu ,ngisho bengakahlanganiswa baliqeqeba sebevele bayaphikisana .Impikiswano seyiqubukule ,uklayeko ...
-
Uphiwe Okuningi Kakhulu
Abanye abantu bayakuthanda ukumukela izipho –bakheke kanjalo .Wulimi lwabo lwansuku zonke lolo behlale bethi sengatho nje ngingathola isipho ,befuna ukumukela isipho ...
-
Ubusisiwe
Asiithembeke ,kunezinsuku lakhona izinto zingahambi ngendlela yethu …ziphike impela .Bonke abantu kubahambela kahle .Abanye abantu babukeka bebusisekile ezimpilweni zabo ...
-
Umusa Nokuthula Makube Kini
Uma uhlangana nomuntu okade wamgcina umbingelela kanjani ? Kumbe uma umhambisela incwadi [mhlawumbe kulezinsuku nge –email kumbe imessage ] uyiqala kanjani ? IThestamente ...
-
Ukhethiwe
Ngiyazibuza ekaze kuba njani kumdlali osuke ekhethwe ukuyomela izwe lakubo kumncintiswano wamazwe omhlaba .Leloqholo othenjwe ngalo ,leyonhlanhla .Kuyamangaza! Mhlawumbe sewuke ...
-
Isibingelelo Esivela Ku-Sostene
Siphila emhlabeni othe njo amehlo kubantu abavelele ababuka kuhaleleke ukuba yibona , abaphumelelayo ,labo ababuke kahle beyizingqwele kulokhukuphila …..nkashana thina ...
-
Ukuba Yinceku Evumayo
Mhlawumbe kwi-science yezempilo ukuzwe kukhulunywa ngama – enzymes, konje usakhumbula ukuthi kuthiwa enzani emzimbeni ? Angithi phela wona angama-protein asebenza ...
-
Ujesu Wayesebaxoxela Enye Indaba
Uma ungumuntu ozabalazayo ukufinyelela ezingeni lokomoya eliphakemeyo ,ukholo oluphakemeyo ukukwazi ukuba relavant ngokuthe xaxa ,ukuba upfront empilweni yakho ,angikutshele ...
-
Umbuso KaNkulunkulu Ufana …
Nansi into abaningi abadonsa kanzima ngayo :ufuna ukuba nohlobo oluthile lokholo ,izinga elithile lokholo empilweni yakho ….futhi phakathi kwakho konke okuqhubekayo kuwe ...
-
Ithemba Lakho Lenkazimulo
Emhlabeni lakhona iqiniso lilokhu liphenduka iyoyo ligcina seligwegwiswa ,kugcina sekubhubhisa lokho ,nakuba kuvelele ,kuphenduka kube yizikhali ezibhubhisa impilo ,baningi ...
-
Indlela Yokubona Amanga
Uma ucabanga ngokuthi indlela ethile seyigwegisiwe ,lokho sikwazi ukukuthola ngoba siqhathanise indlela egwegile nale eqondile.Ukukwenza lokho udinga kuqala ukwazi ukuthi injani ...
- Enjoying The Content? For the price of a cup of coffee each month, you can enable Christianityworks to reach 10,000+ people with a message about the love of Jesus!
-
Lakhona Kulahlekile Konke
Kimi impilo ibukeka ingumdonsiswano wentambo echaza okuhle nokubi kumacala ayo ;phakathi kokwenza okwaziyo kungokuhle ,nokwenza lokho okukitaza kuthokozise wena ;phakathi ...
-
Ukuhamba Uye Ekwasebeni
Ngakho uma ukwesaba kukuhlasela uphendula kanjani ? Ngakolunye uhlangothi umuzwa wokubalekela la kuphephe khona uba ngoqinile .Ngakolunye uhlangothi kunento ekuwe ethi kumele ...
-
Lakhona Uqhaqhazela
Ukwesaba akuyona into ekude le ,kuseduze kakhulu ,kuthuka kuthuke kusihlasele esikhaleni .Ngakho akuyona into ekuwe kuphela .Ukwesaba kugasela esikhathini lakhona ungazelele ...
-
Letha Izenzo Zakho Ekukhanyeni
Mangase sikumeme emsakazweni njengamanje uzokhuluma nesizwe sonke sabalaleli ,yiyiphi into eyodwa onamahloni ngisho ukukhuluma ngayo owayenza othi mawuyibuka ibe yihlazo ...
-
Ukulinda Ngokuhlukile
Ulinda kangakanani ukubona izinto zenzeke ? Into enhle ,into esemqoka ,into obukade uyilangazelela ,into okumele impela yenzeke ngale kwalokho ..Kungakanani ukulinda kwakho? ...
-
Qhubeka Uthandaze
Ngakube uzizwa sengathi zonke izimpendulo ozibhekile azizi kuwe zibanjiwe,ukuthi uNkulunkulu akalalele kumbe akanandaba ? Yebo,namhlanje ,uJesu uqobo lwaKhe unesifundo kuwe ...
-
Qhubeka Uya Phambili
Mase amanzi esengaphezu kwentamo ,siye sifuna ukulahla sidele .Amandla ethu ahluleke ,amehlo ethu abe mfiliba ,izandla zethu ziyethe ,ugqozi lokwenza noma yini uNkunkulu ...
-
Hlabela Phambili Uye KuNkulunkulu
Manje nangu wena kulokhukuphila uzama ukuphila impilo yakho uzama kanzima uncenga kancane uyaphila ;uzama ndlelazonke ukuhambisana nokulindelwe ngabanye abantu ;uma usuke ...
-
Yenza Ongakwenza
Esikhathini lakhona izinto zingahambi ngendlela ohlele ngayo ,nxa ubhekene nokumelene nawe ,la khona kulimaza ,lakhona wesaba futhi uxakekile ,umnkantsha wakho uyamemeza uthi ...
-
Okubuhlungu Okungaka
Uyazi ukuthi yini engihlabayo ngesikhathi samanje esiphila kusona ? Kunobuhlungu nencithakalo obuningi ezimpilweni zabaningi ,okwenza kuzwele engqondweni icabange ngakho njalo ...
-
Izindaba Ezinhle ,Izindaba Ezimbi
Yebo namhlanje kunezindaba ezinhle nezimbi .Ake siqale ngezinhle : UNkulunkulu ukuthanda ngaphezu kokuchaza uJesu weza ukuzofela izono zakho ukuze uthethelelwe ngokuphelele ...
-
Ukuzenzisa Nokuzikhohlisa
Ukuzenzisa nokuzikhohlisa ngamawele lawo . Eningini lethu umuntu ozenzo zakhe zingahambisani namazwi akhe uyilokhu kanye abukeka eyikhona .Umzenzisi .Kodwa kwingaphakathi imvama ...
-
Isiko Lokungamukelani
Uhlobo lokuntela oluhle kakhulu encwadini yami ,wuhlobo lwamahlaya olwenza uhleke kodwa ucabange futhi sikhathi sinye ;uhlobo oluhlekisa umuntu ecashile kodwa futhi oluhlaba ...
-
Iselapho Esinamandla Ngokunsonsothayo
Amagqubu ,inzondo ezikile enhliziyweni ,yinto endala selokhu kwathi nhlo .Kwaqala ngamhla undodana ka –Adamu no Eva uKhayini ebulala umfowabo u-Abela ,selokhu kwasukela lapho ...
-
Ukubuka Ingunaphakade Okuncane
Sewake wafisa ukuthi sengathi ungathi lungu ubuke kancane ingunaphakade ? Ukuthi kuyobe kunjani ? Ngakube lemzabalazo yamanje ikufanele inani layo lisifanele yini ukubhekana nayo ...
-
Ukholo Lwakho Olunqoba Umhlaba
Ake ngikuphonsele okuthile ze ngibone ucabangani. Noma yimuphi uMKhrestu ongaboni ukuthi uphila empini yokomoya ulahlekelwe ngumkhondo .Kakhulu! Manje pho ucabangani ke? ...
-
Zikuphi Izinqaba Zakho ?
Uma ubhekene nezithiyo emgwaqeni wakho wempilo kuthini ukuphendula kwakho kulesosimo? Ubhekana kanjani nazo ? Futhi uma ubuka emumva ,ubhekane kanjani nazo kwisemumva lakho? ...
-
Ukunqoba Izithiyo
Ngikholwa ngukuthi sonke sikulemfundiso ,okuthi mayiphathwe kahle waphendula kahle kuyo ,ethi inhlupheko iba ngumgqumo wamandla amakhulu ekubumbeni inkambo yethu ibe nhle ...
-
Ukholo Olunqobayo
Kungani uNkulunkulu esivumela ukungena ebuhlungwini nasekuhluphekeni ? Kungani uzithola usubhekene nobhekene nakho njengamanje ? Bekungamele yini ukuba izinto zibe lula kulabo ...
-
Ukholo Olusindisayo
Ukholo luyinto emangalisayo ukuba nalo ,ikakhulukazi uma lukumuntu kumbe lusentweni engenakuhluleka .Kodwa luqina kanjani ukholo lwakho ezikhathini ezimahhadlahhadla empilweni ? ...
-
Indlela Entsha Yokucabanga
Nginagkubuza ukuthi yini eqhoqhobele imicabango yakho ? Yini ovamisa ukuyicabanga kuphindelela ? Yi-exercise le embula ukuthi kumele ucabange kabanzi ,ukuthi ucabanga ngani . ...
-
Imicabango Elawulanayo
Ngabe ukwesaba ngumuzwa esiwuthokozelayo ? Lutho sanhlobo! Kahle hle uma bekuya ngathi ngabe besowugegela okwelanga lasebusika sihambele kude nakho .Kodwa kwesinye isikhathi ...
- Enjoying The Content? For the price of a cup of coffee each month, you can enable Christianityworks to reach 10,000+ people with a message about the love of Jesus!
-
Masekuyisikhathi Sokwenza
Masekusinda kwehlela kuvese imizwa yokuntenga nokulahla ithemba , inomkhuba wokusigovuza njengophuthu .Wena owabona unogwaja uhlathswe ngamathoshi emoto ebusuku ovese uxhopheke ...
-
Indlela Yokunqoba Ukuntenga
Uma izimo zisichathamela ukukhiqiza esinye salezozivunguvungu kanye ezisuke zisho ukusichitha zisiqede nya ,kuye kube sengathi hle hle imizwa yenhliziyo yethu nayo ivunguza ...
-
More Phezu Kongakucabanga
Phezu kwakho konke okuqhubeka enhliziyweni nasengqondweni yakho ,phezu kwakho konke okuqhubeka empilweni yakho ,phezu kwayo yonke into eqhubeka emhlabeni ,uke uzizwe ...
-
Mangase Kuthiwe Nje …
Sonke simelwe ngukunquma usuku nosuku ,ukuthi sikwenze okuhle kumbe sibibiyele kwesikwaziyo kuliqiniso ukuhlonipha uNkulunkulu ,kumbe simshiye . Kuyajulukisana uma ukucabanga ...
-
Guqa ENkosini
Dukuduku uNkulunkulu uvamisa ukukhuluma nathi ngesimo esithile ebesingasibhekile .Kungaba yinto encane kakhulu ,kodwa kuyo kanye iphimbo lakhe liphuma ngokunamandla .Leyonto kanye ...
-
Ungakukhohlwa uKwenza Uku …
Imizwa yokuphila nxazonke kithi ibukeka ihamba izigaba ngezigaba . Kwesinye isikhathi ngento ethile ebihamba kahle kamnandi,sizizwa simnandi .Kwezinye izikhathi kungaba ngukuzwa ...
-
Ungathembela KuYe
Imizwa yenhliziyo iyingxenye enkulu yesiyikho ,nembala .Kodwa ingalimaza ,ngiyakutshela wena ingachitha isaphaze kwasani qede singene kwezinkulu izinkinga lezi . Sikhulumile ...
-
Enyathela Kancane Ngesikhathi Ehamba
Dukuduku sekwenzeka lokhu kwenzeka lokhuya ,izinto esizilangazelelayo nezinto ebesingazithandi zenzeke qede siphendule ndlela thize kuzo .Okuthi uma siphendula kuzo ,impilo ...
-
Izindaba Ezinhle Ezithokozisayo
Umuhle kanjani ekulaleni imithetho ? Uma ungumshayeli osemthethweni kunini lakhona othi mawukhumbula ubone weqisa isivinini esisemthethweni noma nge kilomitre elilodwa ngehora? ...
-
Uthando Alulahlekile
Sewake wenza into enhle emva kwalokho wanganakwa kwakunakwa ngingasayiphathi eyokubongwa ? Kukushiya nomcabango wokuthi ;bengikhathazwe yini kwakhona ? Akuchazani ukuthi ...
-
Lakhona Ukuphepha Kukuncane
Ngaphandle kwemidlalo yokubhukuda ,ukuqwala izintaba ,amaphisi,ukuntweza ngamabhanoyi emidlalo ,ezemidlalo ezilimazayo ,abantu abaningi bayakwesaba ukuzizwa besengozini . ...
-
Ungakhubeki
Uma abanye beziphethe kabi kulula kithi ukukhubeka ngabo .Kahle hle kulomhlaba ophethwe kakhulu ngumoya we-entitlement ukukhubeka ngomunye umuntu kubukeka kuyiyona ndlela ...
-
INgcazo Kanye Yobuzenzisi
Asikwamukele ,ukuthanda abanye abantu kungaba nzima .Abahlali abantu besiphatha ngendlela esingafisa ukuphathwa ngayo .Abahlali beziphethe ngendlela esifuna baziphathe ngayo ...
-
Yintoni Ngqo UNkulunkulu Ayifuna Kuwe
Njengakho konke ,ubuKhrestu bungagcina buphenduka ibhizinisi eligaya imali ngokunamandla .Cabanga ngoba ukunotha kwamanye amabandla kuyamangaza kakhulu .Futhi kulula kubantu ...
-
Nala Usumdala Khona …
Enye yezinto ezibuhlungu kulesikhathi ngukubona amadoda amadala nabesifazane abadala abanesipiliyoni nenhlakanipho yokwenza izinto bephonsa ithawula bephelelwa ngamandla . ...
-
Okusemqoka Ukukukhumbula
Kuyinto evamile ukuthi masibhekene nempi ,sisemzabalazweni ,maphakathi nesimo esimanaphanapha ,sizizwa sisodwa .Kunokwenzeka asisodwa kodwa yiyona ndlela okuzwakala kuyiyo leyo . ...
-
Ngokunganakiwe
Ngesikhathi ngiqhubeka ngibuka izimpilo zabantu ngamunye kusikhathi sinye ngikuvuma ngokungananazi ukuthi sonke sibhekene nemizabalazo yethu ngamunye .Kuwe kunjani ? Yebo ...
-
Ukwehla Kahle Kwebhanoyi
Ngiyazibuza ekaze mawusuke uthandaza –futhi nebala ucwaningo luyasitshela ukuthi baningi abantu abathandazayo –sewuke ukucabange ukuthi imithandazo yakho iphelela kuphi ? ...
-
Zenze Ube Msulwa
UNkulunkulu wenze izethembiso ezinamandla kulabo ababeke ithemba labo kuJesu .Uthembise ukuthi uzoba nguNkulunkulu wethu qede thina sibe ngabantu baKhe ;ukuthi uzohlala phakathi ...
-
La khona Abangani Beqhela
Ayikho into ebuhlungu nezikisa inhliziyo ukwedlula la khona abangani bekuzengeza uma konke kuhamba kahle ,kothi kungasha amadamu baqale beqhele njengamaxoxo eseyofuna amazolo ...
-
Yiphutha Likabani Leli ?
Ngizenzile izinto eziningi ezingubuwula empilweni yami .Nawe futhi ,angithi ? Siye sifise sengathi singaqala phansi siyolungisa singakwenzi kube yinto engekho sanhlobo kwi slate ...
-
Ungamnika Kanjani Iqholo uNkulunkulu
Abantu kulezinsuku benza izinto ezingajwayelekile ngemizimba yabo .Bayayisika bayidwebe bayipende abanye bayinikele ekuziphatheni kabi .Manje ithini indaba la? Mhlawumbe ungathi ...
- Enjoying The Content? For the price of a cup of coffee each month, you can enable Christianityworks to reach 10,000+ people with a message about the love of Jesus!
-
Unoxhaka Wengcebo
Ngakube kukhanda umqondo ngokuphelele noma cha ukuthi uMKhrestu azibekelele imali eningi yokuthi masethatha umhlaphansi abe nakho kuchichime yena yedwa ,nkashana bebaningi ...
-
Gxoba Endleleni Enhle
Uhambo lwendlela luba namajika amaningi nezintaba futhi nabantu abaningi abahle .Ngokungangabazi ungakwazi ukubuka emumva qede ubone ukuthi isinqumo esincane owasenza ,saguqula ...
-
IVangeli Lokungqubuzana ?
Kunezikhathi lakhona lelivangeli likaJesu lingezwakali liyizindaba ezinhle sanhlobo .Emva kwakho konke Yena luqobo wathembisa ukuthi ukuba ngumfundi waKhe kuyokuba ngumsebenzi ...
-
Ngomusa KaNkulunkulu
Kubukeka ziningi izinto kulokhu kuphila ezifuna ukusebenza kanzima kithi .Imishado emihle ayivesi izanzakalele nje idinga imijuluko nokuzimisela kwabakuyo . Ukukhulisa izingane ...
-
Gijima Umjaho
Kunezikhathi kithi sonke ngamunye la esiye sifise sengathi singaphonsa ithawula .Kungaba semshadweni wakho ,emsebenzini kumbe ohambweni lwakho lokholo .Awuwedwa kulokhu .Esigabeni ...
-
Ububi Obungaphakathi
Kunobubi obuningi emhlabeni .Impakamo ,ubuqongqela ,isihluku ,ukuhlukumeza …ukuhlukana kwemindeni ,izizwe ezisempini ,abampofu nabanganakiwe baningi .Yebo kuningi emnyango . ...
-
Ungaphonsi Amatshe
Uma sibona umuntu enza okungekuhle masisha sifuna ukumshaya ngamatshe .Ngumuzwa lo okubuhlungu ukuthi amaKhrestu ahamba phambili kuwo kunabanye abantu abajwayelekile nje ...
-
Ongaboni Ohola Ongaboni
Ingozi esobala nekhona njengamanje kunoma ubani obeka ithemba lakhe entweni kumbe kumuntu ,namaKhrestu siyawabala [ kahle hle empeleni wona kakhulu] ngukuthi sithatha ukholo ...
-
Ukuphana Okukhiphayo
Awunankinga uma ngizokubuza umbuzo ohlaba ngqo? Uphana kangakanani kwabanye abantu ? Uma ubona umuntu eswele ,yimuphi umuzwa wokuqala oba nawo ngabo ? Ukuphana kuza ...
-
Isijeziso Osikhiphayo
Ubhekana kanjani nabantu abenza izinto ezi wrong? Ubhekana kanjani nalabo abakulimazile ,abangakuthandi ,abakucwasayo ndlela thizeni ? Wenzenjani ingempela ? Imvamisa iba ...
-
Umuntu Onobubele Ukwedlula Bonke Endlini
Abantu abahlukene ba-smart ngezindlela ezehlukene .Ungaba ngonesipho esikhulu ngendlela ethile sikhathi sinye omunye uphiwe kakhulu kokunye .Yileyo ndlela okumele kube yiyo. ...
-
Ungamangali
Kunokungakholakali kwesiphetho ngokufa .Sekunqamuka ukuphefumula ,kume ukushaya kwenhliziyo yakho ,igazi lime ukuphampa ,ingqondo yakho ife futhi kusuka ngaleso sikhathi uqale ...
-
Ukungangabazeki Kwensindiso
Abantu abaningi abahle banendlela abanayo yokuphila okuphakade ,edidekile .Abanye bathi , angiyena umuntu omubi kangako.ngizoba right Bese abanye abathi,ngakube ngiyophetha ...