... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Mhla Unecala Lokulimaza

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

Dutheronomi 22:8 Nxa wakha indlu entsha uyakwenza uthango ophahlenii lwakho ,ukuba ungayihliseli indlu yakho igazi uma umuntu ewa khona .

Listen to the radio broadcast of

Mhla Unecala Lokulimaza


Download audio file

Emazweni amaningi imvamisa ukuphepha nezempilo ezinhle emsebenzini kuyaziswa kakhulu ,kuyinto enkulu .

Futhi kuyinto enhle kakhulu lokho ngoba ezindaweni lakhona kungaziswa kakhulu ,kugcina kwenzeka izinto ezihlasimulisayo ezisebenzini .

Umlilo ka 1993 owaqubuka e-Kader Toy Factory e-Bangkok kuze kube namhlanje usathathwa ngohlasimulisayo ngokwedlulele kuyo yonke esake yenzeka .

Okwaqala ngelangabi elincane ku  first floor, kwagcina kuyinhlekele esakhiweni esasingakhiwe ngokwezinga lezokuphepha eliphezulu  futhi nezindawo zokubalekela umlilo zingahlelisisiwe kahle zinganele futhi .Kwafa abantu abangu 188 kwathi abangaphezu kuka   500 babelimele kakhulu .

Sinqukizisa amakhanda ethu .sithi :  Kubi kakhulu lokho ! Kwaba kanjani ukuthi abanikazi bale factory bakuvumela lokhu ? Ngikholwa babhadliswa ejele!

Umgomo la usekutheni sinmthwala osibhekile ukunakekela abanye ; simelwe ukucabanga kusekude ukuze sehlise ukulimala .

Futhi ngale kokuthi sekubathathe isikhathi abakwa Occupational Safety kodwa akuwona umqondo omusha esiwukhulumayo .

Dutheronomi 22:8 Nxa wakha indlu entsha uyakwenza uthango ophahlenii lwakho ,ukuba ungayihliseli indlu yakho igazi uma umuntu ewa khona .

Ngingake ngikubuze ngempilo yakho ,kungakanani ukucabanga ngeseshlo esingakenzeki okucabangayo ukubavikela phecelezi ukubeka ‘sysytems in place’ kueskuhle  ?

 Mhlawumbe  kungengebe ngukuwa kophahla lwendlu kodwa ekulimaleni,ekuhlukunyezweni ,engxabanweni,ezintweni eziningi ezingabalimaza.

Yikuphi ongakwenza ukusiza uzakwethu ophutha lakhe lingasondeza isitswebhu  sabaphathi ?  Ungangenelela kanjani uthathe igxathi ukusiza umngani angaze angene engxabanweni emshadweni wabo?

Ithini imgomo kaNkulunkulu ?  Uma sibona utho olungalimaza abanye kodwa singenzi lutho ngalokho ,ingcabha ikithi ;sinecala lokulimala okuzobehlela .

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.