... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Akesizame Lokhu Okunye

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

Eksodusi 34:6,7   UJehova wadlula phambi kwakhe, wamemeza wathi: “NguJehova! NguJehova! NguNkulunkulu ogcwele isihe, onomusa, ophuza ukuthukuthela, novame ubumnene neqiniso, 7 ogcinela abayizinkulungwane umusa, othethelela ububi neziphambeko nezono, ongayikuyekela onecala, ehambela ububi bawoyise kubantwana nakubantwana babantwana, kwabesizukulwane sesithathu nesesine.”

Listen to the radio broadcast of

Akesizame Lokhu Okunye


Download audio file

Uqobo lukaNkulunkulu lokhu ayikho kusengadidwa kalula .Ngoba uNkulunkulu uzembula ngobuqu bobubili enguNkulunkulu wothando  ,enguNkulunkulu wezahlulelo ;uNkulunkulu othethelelayo noNkulunkulu wesijeziso ,ukulahlwa ingunaphakade . 

Yingakho abantu bedideka ngobuqu baKhe obubili .Futhi abanye bagcina bemgxeka bemjivaza . 

Mumva le ngesikhathi uMose ethola izingqwembe zamatshe  kwiThestamente Elidala , Abantu bakaNkulunkulu kanye babephansi le emfundeni ,sebegida bekhonza ithole legolide  abalishiselile balibaza ngezabo izandla seliyisithixo .

UNkulunkulu wayethukuthele eqhuma efuna ukwehlisa ulaka lwakhe luvuthe okomlilo phezu kwabo .UMose waze wadinwa naYe waphahlaza phansi izingqwembe zamatshe okwakubhalwe kuzo imiyalelo ngokokuqala nokho wancenga uNkulunkulu ukuba angaqedi nya ngabantu baKhe .Ngakho uNkulunkulu wayalela uMose ukuba abuyele ngokwesibili entabeni …wenza izingqwembe zamatshe zesibili .Ekufikeni kwakhe entabeni  …

Exodus 34:6,7 7  UJehova wadlula phambi kwakhe, wamemeza wathi: “NguJehova! NguJehova! NguNkulunkulu ogcwele isihe, onomusa, ophuza ukuthukuthela, novame ubumnene neqiniso, 7 ogcinela abayizinkulungwane umusa, othethelela ububi neziphambeko nezono, ongayikuyekela onecala, ehambela ububi bawoyise kubantwana nakubantwana babantwana, kwabesizukulwane sesithathu nesesine.”

UNkulunkulu unguNkulunkulu wobulungiswa .Izono zethu ziyamcasula kakhulu .Kodwa okuthi uma siphenduka sibuyela kuYe ,uhlala njalo esithethelela  u-NguNkulunkulu ogcwele isihe, onomusa, ophuza ukuthukuthela, novame ubumnene neqiniso. Kodwa labo abangabuyeli kuye ,abangaphenduki nakhu ayikho kubo … ongayikuyekela onecala

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.