... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Awucabange Umhlaba Ongenalo Uthando

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

1 KwabaseKhorinte 13:1-3 Noma ngikhuluma ngezilimi zabantu nezezingelosi, kepha ngingenalo uthando, ngiyithusi elikhencezayo nensimbi encencethayo. Noma nginokuprofetha, ngiqonda izimfihlakalo zonke nokwazi konke, noma nginokukholwa konke ngangokuba ngingagudluza izintaba, kepha ngingenalo uthando, angiyinto yalutho. Noma ngabela abampofu konke enginakho, noma nginikela umzimba wami ukuba ushiswe, kepha ngingenalo uthando, akungisizi ngalutho.

Listen to the radio broadcast of

Awucabange Umhlaba Ongenalo Uthando


Download audio file

Ake  sicabangisane nje ukuthi umhlaba ungaba ngonjani uthando lungekho .Ubungaba mubi kakhulu .Kwabaningi nokho akuthathi sikhathi eside ukucabanga ngoba baphile emhlabeni esimweni lakhona lungekho sanhlobo uthando .

Kubuhlungu ukuthi kunabantu abaningi namhlanje isidingo sabo esinqala  wuthando nokho abakutholi lokhu kuthandwa .Ngani? Ngoba bazungezwe ngabantu abangabathandi .

Bazungezwe ngabantu abaziphilela impilo yabo bengenandaba nabanye abantu  Noma ngabe yini abayenzayo ,ingaba nhle noma ibe mbi kodwa nje amehlo abo bawethe njo kwizimpokophelo zabo kuphela .

Ngiyazi ngoba nami ngake ngaba yilowomuntu ongenaluthando kwabanye ,impilo yayingami kuphela ,okwaba kubi ukuthi ngingabakhombisi uthando abaseduze nami lokho okwaba yincithakalo kubo nakimi uqobo .

Futhi emehlweni kaNkulunkulu akusho lutho ukutho zinhle kanjani izimpokopheloi zakho kodwa uma ungenalo uthando uyinsimbi encencethayo .

1 KwabaseKhorinte  13:1-3 Noma ngikhuluma ngezilimi zabantu nezezingelosi, kepha ngingenalo uthando, ngiyithusi elikhencezayo nensimbi encencethayo. Noma nginokuprofetha, ngiqonda izimfihlakalo zonke nokwazi konke, noma nginokukholwa konke ngangokuba ngingagudluza izintaba, kepha ngingenalo uthando, angiyinto yalutho.  Noma ngabela abampofu konke enginakho, noma nginikela umzimba wami ukuba  ushiswe, kepha ngingenalo uthando, akungisizi ngalutho.

Emhlabeni  onganywe ngukungabi naluthando ,wena yiba ngonothando letha ukuphila kulomhlaba.

Mina nawe sihlobo sami singaphendula umhlaba koyikho ngokuletha uthando nje lulodwa .

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.