... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Ezintweni Ezinkulu

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

Amahubo 71:20,21 Wena owasizwisa izinhlupheko eziningi ezimbi, uyakubuye usiphilise, usikhuphule ezinzulwini zomhlaba. Yandisa udumo lwami, ubuye ungiduduze.

Listen to the radio broadcast of

Ezintweni Ezinkulu


Download audio file

Uma izinhlupheko zikwehlela sewake wacabanga ukuthi ekaze uNkulunkulu uneqhaza elingakanani ukuzenza zikwehlele ? Ngakube le mhlampe imeqile wangayibona ,noma uvese wayidedelela  kimi ? Uma eyivumele ,pho ngaliphi ? 

Ngivamise ukuzibuza lowombuzo ngoba makwehla izinhlupheko ngiye ngithi fofolozi phansi ,qede ngizibuze ngididekile  …isankahlu esingaka esani engishawa ngaso kodwa Nkosi yami ?! Ngakho ubuza imbuzo enzima 

Izolo sikhulume ngokuthi uNkulunkulu ukhuluma ngothando nomusa wakhe omiyo ingunaphakade ,lokhu ukusho ngokungamakhulukhulu eBhayibhelini.Ngani ? 

Ngoba kuthatha isikhathi nokufunda okunqala ukubona uqobo lokwethembeka kwaKhe nothando lwakhe ukuba lube yingxenye yesiyikhona ,ukuze kuthi ngalezozikhathi zezinkinga sihlale sazi futhi sinokuthula ukuthi akasoze asishiye akasoze asidele.

Futhi lomsebenzi aqhubeka ewenza kithi ngamunye  ukuze sibe yilokho afuna sibe yikho ,yilokho kanye okwakusenhliziyweni yomhubi ngesikhathi ethi kuNkulunkulu  :

Amahubo  71:20,21Wena owasizwisa izinhlupheko eziningi ezimbi,uyaykubue usiphilise,usikhuphule ezinzulwini zomhlaba.

Yandisa udumo lwami,ubuye ungiduduze.

Uyazi ukuthi uNkulunkulu usemandleni phezu kwezimo zonke ezinzima nasezinhluphweni .Uyakuvuma ukuthi uNkulunkulu uzivumele ukuba zenzeke.Kodwa phakathi nazo unesibindi  ukusho kuYe athi ….

uyaykubue usiphilise,usikhuphule ezinzulwini zomhlaba.

Yandisa udumo lwami,ubuye ungiduduze.

Esikhathini sezinhlupheko zakho ,vumela uNkulunkulu akhulume isibindi kuwe .

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.