... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Uyokwazi Kanjani ?

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

NgokukaJohane 14:22,23 UJuda, ongesiye u-Iskariyothe, wathi kuye: “Nkosi, kwenziwa yini ukuba uyakuzibonakalisa kithina, ungazibonakalisi kulo izwe, na?” 23 UJesu waphendula, wathi kuye: “Uma umuntu engithanda, uyakugcina izwi lami; uBaba uyakumthanda; siyakuza kuye, sihlale naye

Listen to the radio broadcast of

Uyokwazi Kanjani ?


Download audio file

Udinga ukuhlala ukhathazekile ngalabo abahlala bezitshela ukuthi banokukhanya okungcono kunabanye .

Manje okuyinkinga ngukuthi nathi singaMaKhrestu sisho lokho kanye ;ukuthi sinesambulo sikaNkulunkulu uqobo lwakhe . 

Ebheke esiphambanweni lakhona owayezofa efela izono zethu ,ezami nezakho ukuze sithethelelwe ,ukuze siphile ingunaphakade lethu sisebukhoneni baKhe ,uJesu washo into engajwayelekile ;into enikana inselelo ,into ebiza ukucaciseleka .Nansi la :

NgokukaJohane  14:18,19UJuda, ongesiye u-Iskariyothe, wathi kuye: “Nkosi, kwenziwa yini ukuba uyakuzibonakalisa kithina, ungazibonakalisi kulo izwe, na?”

UJesu waphendula, wathi kuye: “Uma umuntu engithanda, uyakugcina izwi lami; uBaba uyakumthanda; siyakuza kuye, sihlale naye

Ngamanye mazwi uzoba nesambulo esikhethekile kunabanye .Uzophila ingunaphakade nami ,ngesikhathi abanye bona bengeke ,Yebo lokho kuqinisekisa incazo .Ngakho  …

NgokukaJohane  14:22 UJuda, ongesiye u-Iskariyothe, wathi kuye: “Nkosi, kwenziwa yini ukuba uyakuzibonakalisa kithina, ungazibonakalisi kulo izwe, na?”

Umbuzo omuhle .Umbuzo omuhle kakhulu .

NgokukaJohane  14:23  UJesu waphendula, wathi kuye: “Uma umuntu engithanda, uyakugcina izwi lami; uBaba uyakumthanda; siyakuza kuye, sihlale naye

Simazi eduze kangakanani uJesu ? Simuzwe kanjani ukubonana naye ngokokuqala ephambi kwethu ? Ngokumthanda nokumthobela 

.

Kukulowomphefumulo olalelayo azozambula kuwo ;okokuthi uYise kunye naye ,ngoMoya ,uzofika ezohlala qede ahambe nawe . 

Ungalokothi ubuke kancane ubumqoka  bamandla okumlalela uJesu ebudlelwaneni bakho naye  !

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.