... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Ungazithokozisi Wena

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

KwabaseRoma 15:1-3 Kepha thina esinamandla sifanele ukuthwala ubuthakathaka babangenamandla singazithokozisi thina. Yilowo nalowo kithi makathokozise umakhelwane, kube kuhle, aze akheke, ngokuba noKristu akazithokozisanga yena, kepha kunjengokuba kulotshiwe ukuthi: “Ukuthuka kwabakuthukayo kwehlela phezu kwami.”

Listen to the radio broadcast of

Ungazithokozisi Wena


Download audio file

Kulezikhathi zokuba entitled ,uzwa abantu bedumisa amalungelo abo , lokho kulula nakithi futhi .Kodwa asingazitsheli ukuthi ndlela thizeni yinto entsha le . 

Mumva le eminyakeni yokuqala ku 1st AD kuzalwa ubuKhrestu ,kwakunezimpikiswano eziningi kulawoMaKhrestu ngokudla ukuthi hloboluni okumele uludle ,yikuphi okwakuhlambulukile nokwakungahlambulukile .Ngakube wawuvumelekile ukuphuza iwayini noma qha ? Kwakuningi okwakuphikiswana ngakho ngesisu.

Yebo nembala okuningi kwalezompikiswano sekucacile kulezinsuku .Kodwa yikuphi uPhawuli uMphostoli ayekhuluma ngakho ,ngesikhathi sisabheke kulesibhalo ,yiphuzu lokuthi ukucinelela kwabanye ukusebenzisa inkululeko yabo  ababesanda kuyithola   kwakubenza babukele phansi abanye .  

KwabaseRoma  15:1-3 Kepha thina esinamandla sifanele ukuthwala ubuthakathaka babangenamandla singazithokozisi thina. Yilowo nalowo kithi makathokozise umakhelwane, kube kuhle, aze akheke, ngokuba noKristu akazithokozisanga yena, kepha kunjengokuba kulotshiwe ukuthi: “Ukuthuka kwabakuthukayo kwehlela phezu kwami.”

Iphuzu lakhe ?  Ngukuthi noma uzazi ukuthi uselungelweni laleyonto –ngikholwa ngokuqinile ukuthi uqinisile impela –kodwa khona kanye ukuba ngo-right kodwa ukuwina impikiswano akumele kube yisiphetho sokusophile .Kunalokho cabanga umthelela wamalungelo akho ,lokho okholelwa uselungelweni lwakho ,kumakhelwane wakho ….ngisho kungathiwa umakhelwane wakho usephutheni ngokucacile .

Ngamanye amazwi ,umyalezo kaNkulunkulu kithi yilona : ungacineleli emalungelweni akho ,uma lokho kuzolimaza kudicelele phansi omunye umuntu ,njengokuba noKhrestu  engazithokozisanga yena ,kodwa kunalokho waya esiphambanweni ,ukuyohlawulela izono zakho nezami . 

Yima ukulimaza abanye abantu ngokukwenza ngokuzithokozisa wena .

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.