... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Themba kuJehova ngayo yonke inhliziyo yakho

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

Izaga 3:5,6 Themba kuJehova ngayo yonke inhliziyo yakho,ungenciki kokwakho ukuqonda .Mazise Yena ezindleleni zakho zonke uyakuqondisa imikhondo yakho

Listen to the radio broadcast of

Themba kuJehova ngayo yonke inhliziyo yakho


Download audio file

Usuke waqaphela ukuthi ngesikhathi ungena esikhisini esidala ,khisi ungalindele ,nokuzama ukuguqula imoto ngokushesha ingangeni kuso ,i-steering sakho uyasizwa ukuthi ususikhipha emgqeni obusubeke kuso ? Ukholo lwakho luqale lungqangqe. 

Nebala uma kuyinto osuke wayiqaphela leyo ,nanka amazwi enkuthazo .Awuwedwa .Sonke kuyasenza.Nami kuyangenza impela .Futhi kunesizathi salokho .Ngoba uNkulunkulu ufuna ukusikhulisa siqine izinkakhayi ,ngakho uyaqhubeka ekwandisa ukuba sibhekane nezimo  ezikhulisa ukholo kithi ,ezenza ukuba silusebenzise ngokukhulile luthi ukuqina . 

Lezokhisi emgwaqeni yokholo lwethu zibekwe ngenhloso ukuze sikhule okholweni lwethu futhi sincike njalo kuNkulunkulu Ngakho shlobo uma sewukusophile ukulandela uJesu uzihlele kahle kodwa ebese uzwa sengathi izinyawo zihamba emoyeni kulowomzuzu umhlabathi uyaqhela nomoya uyakuphephula  

Kulesosimo kanye ,kulwomzuzu kanye nakhu afuna mina nawe sikwenze :

Izaga 3:5,6 Themba kuJehova ngayo yonke inhliziyo yakho,ungenciki kokwakho ukuqonda .Mazise Yena ezindleleni zakho zonke uyakuqondisa imikhondo yakho

Ngesikhathi uzwa ukuthi namaphiko okundiza agumukile ,kuvese kungasizi ukubhakuza ngezingalo zodwa . Lapho izinto zingaphezu kokucabanga ,ukuncika emqondweni wakho akusebenzi .Yiyiphi enye indlela?

Kuzo zonke izindlela zakho mazise yena ,mhloniphe ngemicabango yakho , amazwi nezenzo , qhubeka wenze okuhle  kungakhathalekile uzwa ukwesaba okunjani futhi nasi isethembiso [ususilungele ?] uNkulunkulu uzoziqondisa izinto .

Themba kuJehova ngayo yonke inhliziyo yakho!

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.