... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Ukukhuthazela Nokumesaba UNkulunkulu

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

2 EkaPhethru 1:3,5-6 Njengokuba amandla akhe obuNkulunkulu esinikile konke okuqondene nokuphila nokumesaba uNkulunkulu ngokumazi yena owasibiza ngenkazimulo nobuhle bakhe…… ngalokho nengezela inkuthalo yonke nelekele ubuhle ekukholweni, nasebuhleni ukwazi, nasekwazini ukuzithiba,nasekuzithibeni ukukhuthazela, nasekukhuthazeleni ukumesaba uNkulunkulu

Kulempilo eyodwa kuphela ukuyiphila kulomhlaba ,impilo okubukeka inyelela  iphele emehlweni masisha ,ngeke uyiphile impilo enhle nengcono kakhulu uma kungukuthi usaphila otweni lokuhlala uhlala njalo ukhathazeke ngalokhu nalokhu ,ube  ngumahlale ebala ngengqondo ngisho nala khona izinto zizolile kodwa wena  awukhululeki uhleze ubalisa ….

Yingakho izolo kule series encane ekhuluma ngokuphila kangcono impilo yakho, amehlo  besiwathe njo ekuzithibeni nasekukhuthazeleni .

Noma ngabe ugijima ngesivinini empilweni ,kumbe uhleli ekhoneni ubala  lokhu nalokhu ,isipho sikaNkulunkulu sokukhuthazela sineqhaza elinamandla okuzolisa ingaphakathi lomoya wakho .

Ngesinye sezipho ezinkulu kulabo abakholwa nguYe :

2 EkaPhethru  1:3,5-6 Njengokuba amandla akhe obuNkulunkulu esinikile konke okuqondene nokuphila nokumesaba uNkulunkulu ngokumazi yena owasibiza

ngenkazimulo nobuhle bakhe……ngalokho

nengezela inkuthalo yonke nelekele ubuhle ekukholweni, nasebuhleni ukwazi, nasekwazini ukuzithiba,nasekuzithibeni ukukhuthazela, nasekukhuthazeleni ukumesaba uNkulunkulu

Kubukeka sengathi kimi ngeke ube sekumesabeni uNkulunkulu uma ungakuvumele ukuthula kwakhe ,ukukhuthazela nokubekezela kwakhe kubuse enhliziyweni yakho .

Ngoba uma unalokho kuthula uma wazi ukuthi ukuphe khona [ngokweqiniso asevele usekwenzile]kwenza ukuba inhliziyo yakho ilangazelele ukumlandela uJesu nomaphi lapho ekuholela khona .

Yilokho ukumesaba nokuzinikela kuNkulunkulu okuyikho .Kubukeka kanjalo nembala .

Uyafuna ukuphila impilo yakho ngokungcono kakhulu ? Ngempela !  

Ngalokho yengezela inkuthalo yonke welekele ubuhle ekukholweni, nasebuhleni ukwazi, nasekwazini ukuzithiba,nasekuzithibeni ukukhuthazela, nasekukhuthazeleni ukumesaba uNkulunkulu

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.


We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy