... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Ukuthethelela Kungumqondo Omuhle ,Kuze Kube ngukuthi Seku…

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

KwabaseFesu 4:32 Maniphathane ngobumnene, nihawukelane, nithethelelane, njengalokho noNkulunkulu wanithethelela ngoKristu.

Listen to the radio broadcast of

Ukuthethelela Kungumqondo Omuhle ,Kuze Kube ngukuthi Seku…


Download audio file

Ngingathembeka kuwe ? Ngangingeyena umuntu ,owayemuhle emnandi .Ebusheni ikakhulu ngangiwathe njo amehlo ekuwineni ,nasekuphumeleleni ,engangikwenza ngokuthi ngingagxoba ngisho phezu kukabani inqobo mangifike   la engifuna ukuya khona .

Kodwa kwahamba kwahamba kwakhona okuguqukayo .Umbuzo ngukuthi ,kwakuyini lokho ?  Yini le eyaletha uguquko olukhulu kangaka olwaqhuba impilo yaze yafika la ikhona namanje ?  

Mumva le abantu engangibabalula ngokuba mahhadla kwabe kungamaKhrestu .Ngangingawezwa kahle .Ndlelana thizeni [angazi noma ngangisho ngalendlela yini] ukuthi ukulunga nokukhanya kwawo kwakukhanyisa  ubumnyama benkambo yami ,okungakho ayengicika amakholwa .

Kodwa eminyakeni ya 1990 s lakhona izinto zase zimapeketwane empilweni yami ,yiwo kanye laMaKhrestu avula iminyango  emzini yawo ukungingenisa noku-rubber umphefumulo wami  otwayini olwalungibhekile .

 Kungekho ngisho igama elilodwa lokulahla ngecala,nongabazane ,lamakholwa asondela kimi ukungisiza nokubamba isandla sami esikhathini lakhona ngangiyinhlwa .

KwabaseFesu  4:32 Maniphathane ngobumnene, nihawukelane, nithethelelane, njengalokho noNkulunkulu wanithethelela ngoKristu.

Lokho kuzwakala kamnandi kuze kube ngukuthi umuntu owayenjangami mumva le useyasondela uzongena empilweni yakho .Njengokuba umbhali  ophinde abe ngu-soTheology u – C.S. Lewis wake wakubeka ngokuthi ;bonke abantu bacabanga ukuthi ngumqondo omuhle  ukuthethelela kuze kuba ngukuthi sebebhekene nakho ezinhlonzini sekumele bakwenze lokhukuthethelela .

Ukungangabazi nokuthethelela okungenambandela kwalawomakholwa empilweni yami kwakhuluma okukhulu kimi ngothando lukaNkulunkulu olulethwe ngomnikelo kaJesu kulesosiphambano ,phezu kwanoma yini enye into.Ngakho ngiyancenga ukuba Maniphathane ngobumnene, nihawukelane, nithethelelane, njengalokho noNkulunkulu wanithethelela ngoKristu.

Th Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.