... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Phakathi Nazo Zonke Izingxaki Zethu

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

KwabaseRoma 5:3-5 Kepha akusikho lokho kuphela, kodwa sizibonga nangezinhlupheko ngokwazi ukuthi ukuhlupheka kuveza ukukhuthazela, ukukhuthazela kuveza ukuqiniseka, ukuqiniseka kuveza ithemba; ithemba alijabhisi, ngokuba uthando lukaNkulunkulu lutheliwe ezinhliziyweni zethu ngoMoya oNgcwele esimuphiweyo.

Ngakho mangase kuthiwe ubungabhala zonke izinto empilweni yakho obungafisa nga zazingekho , izinto ofisa nga azizange zakhona kuwe ,bekungaba yiziphi lezozinto ?

Sonke sinalo uhla lokumbalwa ,angithi ? Mhlawumbe yizinto ezincane ezingatheni ,kumbe kunokubili okuthathu okukhulu  okumosha impilo yakho .

Noma ngabe zibukeka kanjani lezozinto kuwe ,zinomkhuba wokukumunca ukuthula ,intokozo ,injula yokuphila impilo yakho ngendlela .

Ngakho ngoKhisimusi njengokuba sewuseduze ,kukubeka emcabangweni wokuthi ngingawugubha kanjani konje ?  

Izolo sibonile uPhawuli umphostoli ethokoza nomhloba wakhe eRoma ,ngakho konke ukholo lwabo kuJesu  olubakhulise ngakho .

Ukuthula .Umusa  ,intokozo nenkazimulo.Kuhle lokho ! Nokho khonakanye lapho usebhala athi :  

KwabaseRoma  5:3-5Kepha akusikho lokho kuphela, kodwa sizibonga nangezinhlupheko ngokwazi ukuthi

ukuhlupheka kuveza ukukhuthazela, ukukhuthazela kuveza ukuqiniseka, ukuqiniseka kuveza ithemba; ithemba alijabhisi, ngokuba uthando lukaNkulunkulu lutheliwe ezinhliziyweni zethu ngoMoya oNgcwele esimuphiweyo.

Shlobo sami yazi lokhu .UJesu unawe ukhona kanye ezingxakini zakho .Uphakathi nazo ,ndlelaningi ,unawe .Lokho ungakwazi kanjani ?

Ngoba , uthando lukaNkulunkulu lutheliwe ezinhliziyweni zethu ngoMoya oNgcwele esimuphiweyo.

Namathela kuleloqiniso  …Ngoba ….

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.


We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy