... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Isandla Sokukhonujuzwa

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

1 EkaPhethru 3:11,12 Adede ebubini, enze okuhle, afune ukuthula, akujonge, ngokuba amehlo eNkosi aphezu kwabalungileyo, izindlebe zayo zisekunxuseni kwabo, kepha ubuso beNkosi buphezu kwabenza okubi.”

Listen to the radio broadcast of

Isandla Sokukhonujuzwa


Download audio file

Ubuhle nobubi ,sonke siyawazi umehluko ,kumbe cha ?  Kunjengokumhlophe nokumnyama  kusobala bha …kumbe sixolela okuphakathi nendawo ? Ucabangani ?

Nakhu okubukeka yikho okuvamise ukwenzeka uma sehlulela izieno zabanye abantu ,siba ngokombala ommhlophe nomnyama ngabo ,ngabakusho nabahluleka ukukwenza kumbe  ukukukhuluma .

Kodwa uma sekuziwa ekuzahluleleni ,imicabango yethu ,okungumgqumo wezinhliziyo zethu ,amazwi ethu ,izenzo zethu ,asiye sacabanga kwakucabanga ngakho kumbe sizahlulele ngakho ,futhi uma kwenzekile nje ngalesosikhathi kwathi gqwa ukuzahlulela nakhona sisuke singenawo umbala omnyama .

Yini le enenkinga ukuthi kungabikho okumhlophe kumbe kube phakathi nendawo kube ngathi ku grey?

Kodwa kuNkulunkulu izinto ziqondile ngqo kukanye kuhle kumbe kumbi ,okungabab ngokokuthi wena uzithola ukuphi .

1 EkaPhethru 3:11,12 Adede ebubini, enze okuhle, afune ukuthula, akujonge,

ngokuba amehlo eNkosi aphezu kwabalungileyo, izindlebe zayo zisekunxuseni kwabo, kepha ubuso beNkosi buphezu kwabenza okubi.”

Sonke sinomuzwa wokuvumela ukuzenzisa kungene ezimpilweni zethu  futhi ngale kokuqaphela kuvese kuhwamuke ukuthula ebesinakho .Izinto uNkulunkulu ayesibusise ngazo ,izimpendulo emthandazweni ezazigeleza kalula ,azizekho .Kunesizathu salokho  .

Ngokuba amehlo eNkosi aphezu kwabalungileyo, izindlebe zayo zisekunxuseni kwabo, kepha ubuso beNkosi buphezu kwabenza okubi

Isandla lesi esithathazisa ukusikhumbuza sonke .Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.


We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy