... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Isithembiso Siliqiniso

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

Hezekeli 36:25-27 Ngiyakunifafaza ngamanzi ahlumbulukileyo nihlambuluke ,nginihlambulule kukho konke ukungcola kwenu nakuzo zonke izithombe zenu .Ngiyakuninika inhliziyo entsha ngifake phakathi kwenu umoya omusha ,ngikhiphe inhliziyo yetshe enyameni yenu ,ngininike inhliziyo yenyama .Ngiyakufaka umoya wami phakathi kwenu ngenze ukuba nihambe ngezimiso zami ;niyakugcina izahlulelo zami nizenze .

Umqondo wokuba  abantu banikele impilo  yabo kuNkulunkulu ,ukukhetha ukumphilela ,ukumlalela ,kuyinto ebukelwa phansi kulezinsuku .Kungani kulezinsuku  ubungafuna ukwenza leyonto ?

Kusanda kushada indodakazi yomunye umngani wami .Inhliziyo yami yayigxuma ngesikhathi laba abasha ababili bebopha ifindo likasofa silahlane .

Ngoba kulezinsuku ucabanga ukuthi  abantu banaso isikhathi sokungena othandweni lweqiniso lokuzibophezela  ngokusemthethweni?  

Impendulo yokuthi bakwenze laba yingenxa yothando . Ababili bephenduka umuntu oyedwa .Futhi phezu kokuthi laba ababili abasayikubheka eceleni bajeqeze abanye –laba bobabili bayozizwela ukuphelelisana okungachazekiyo ukuthi kungenzeka .

Nebala kuliqinisonye nathi nxa sidela umhlaba siwushiye ngemva qede sinamathele kuNkulunkulu sikhohlwa yikho konke  ngenxa yalo osithanda kangaka , owaze wathumela uJesu ukuzokuhluphekela  nokufa wahlawulela izono zakho .NgokukaNkulunkulu kubukeka kanje:

Hezekeli  36:25-27 Ngiyakunifafaza ngamanzi ahlumbulukileyo  nihlambuluke ,nginihlambulule  kukho konke ukungcola  kwenu nakuzo zonke izithombe zenu .Ngiyakuninika inhliziyo entsha ngifake phakathi kwenu umoya  omusha ,ngikhiphe inhliziyo yetshe enyameni yenu ,ngininike inhliziyo yenyama .Ngiyakufaka umoya wami  phakathi kwenu ngenze ukuba nihambe  ngezimiso zami ;niyakugcina izahlulelo zami nizenze .

Futhi kulobobunye obuhle ,kulosisimo sokuzikhipha kwabanye  unamathele kulo oyedwa ,yila okutholakala khona ukupheleliswa ,inkululeko ,ekhona  ongeke wayithola ndawo.

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.


We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy