... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Hlabela Phambili Uye KuNkulunkulu

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

IHubo 9:10 UJehova uyinqaba yocindezelweyo,uyinqaba ezikhathini zokuhlupheka .Nabalaziyo igama lakho bayakwethemba wena ;ngokuba wena Jehova awubashiyi abakufunayo .

Listen to the radio broadcast of

Hlabela Phambili Uye KuNkulunkulu


Download audio file

Manje nangu wena  kulokhukuphila uzama ukuphila impilo yakho uzama kanzima uncenga kancane uyaphila ;uzama ndlelazonke ukuhambisana nokulindelwe ngabanye abantu ;uma usuke uzibophezele ukuphila lokho okulindelwe nguNkulunkulu  .

Yebo nebala kuhle lokho .Kumele kube kanjalo .Izolo uma kungukuthi ubukunye name kulengosi ,sikhulume ngokuthi kwezinye izikhathi ,ngisho nala khona ukujula kwenhliziyo yakho kuklabalisa kuwe kuthi yima manje ,kodwa umelwe ukusukuma  ume ube yindoda  ,ube ngowesifazane oqatha qede uthathe unyawo ulubeka emva kolunye uhlabela ngqo emgomweni uNkulunkulu afuna uwenza empilweni .Kodwa akekho owake wathi umelwe ukuluhamba lolohambo uwedwa .Kahle hle …

IHubo  9:10 UJehova uyinqaba yocindezelweyo,uyinqaba ezikhathini zokuhlupheka .Nabalaziyo igama lakho bayakwethemba wena ;ngokuba wena Jehova awubashiyi abakufunayo .

Angazi uzizwa kanjani empeleni ngalokho ,kodwa mina kwenza umoya wami ube nosizi.Lokho kuphakamisa amehlo ami ngesikhathi ngisaqhubeka ngiluthatha ngilubeka unyawo usuku  ngalunye ,ngibheke ngqo kuloNkulunkulu omkhulu ophakeme ,kulesosikhathi kanye lakhona ngichotchozwa  zinkathazo zami ,uvula umnyango ukuze ngigijimele kuYe –uMdali weZulu nomhlaba –ukuze ngiphephe –ngigqugquzeleke ngivikeleke

Besingawuwuhosha umoya qede sikuvumele lokho kuzike kithi .UNkulunkulu ukhona la kunye nawe .UMnyango wakhe uvuliwe gengelezi  ….uvulelwe wena ! Ngokuba wena Jehova awubashiyi abakufunayo .

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.