... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Igagasi Lesibusiso

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

NgokukaJohane 7:38,39 Okholwa yimi, njengokusho kombhalo, esiswini sakhe kuyakugobhoza imifula yamanzi aphilayo.” Washo lokho ngoMoya abazakumamukela abakholwa nguye, ngokuba uMoya wayengakafiki, lokhu uJesu wayengakakhazimuliswa.

Listen to the radio broadcast of

Igagasi Lesibusiso


Download audio file

Ngakube sewake wazizwa ugcwele intokozo ,eluhlobo oluhlalayo ngisho kuthiwa sekunezingxaki zempilo –ngangokuthi awusakwazi ngisho ukuyigcina ngoba iyaphuphuma?  

Mhlawumbe uyacabanga ukuthi hhayi bo intokozo esikhathini sezingxaki ? Kwake kwenzakaphi lokho ? Hlala nami ungasuki .

Ngiyazi kulungqubuzano olukhulu ,kodwa ngokweqiniso injabulo emnandi esikhathini sokuxakeka ,yinto le ekhethekile ukuyizwa ubumnandi bayo .

Ngoba kulesosikhathi sisuke simelwe ngukuzizwa siphuphutheka sixakekile senze njani ,kuwutwa phezu kotwa ,angithi?  Ingqondo yethu isitshela lokho ,nokho akumele kube kanjalo .

Emgubhweni omkhulu eJerusalema uJesu  wasukuma wema washo lokhu ezixukwini :

NgokukaJohane  7:38,39 Okholwa yimi, njengokusho kombhalo, esiswini sakhe kuyakugobhoza imifula yamanzi

aphilayo.”  Washo lokho ngoMoya abazakumamukela abakholwa nguye, ngokuba uMoya wayengakafiki, lokhu uJesu wayengakakhazimuliswa.

Yingakho abaholi bezenkolo babefuna ukumbulala –kwakungukuhlambalaza kwempela lokho ngoba wayeqonde ukuzibiza ngoNkulunkulu

Kodwa iphuzu lakhe kwabe kungukuthi ubukhona bakhe buzosigcwalisa ngezikhukhula zesibusiso .

Hhayi nje umfulakazi  owodwa mhlawumbe i-Nile noma  i-Amazon kodwa imifulakazi yamanzi okuphila ! UMoya Ongcwele .UNkulunkulu uqobo ,nkashana owomileyo efika ezophuza kuJesu ,lamanzi empompoza  ngokunamandla esingenakuwakha aphele ,angenakusha futhi .Imifulakazi ! Intokozo yoqobo ! Igagasi lesibusiso .UJesu

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.


We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy