... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Indlela Entsha Yokucabanga

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

KwabaseRoma 12:2 Ningalingisi lelizwe kodwa niguqulwe isimo ngokwenziwa ibe ntsha ingqondo yenu ,ukuze nibe nokuhlosisa okuyintando kaNkulunkulu ,okuhle nokuthandekayo nokupheleleyo .

Listen to the radio broadcast of

Indlela Entsha Yokucabanga


Download audio file

Nginagkubuza ukuthi yini eqhoqhobele imicabango yakho ? Yini ovamisa ukuyicabanga  kuphindelela ?  Yi-exercise le embula ukuthi kumele ucabange kabanzi ,ukuthi ucabanga ngani .

Kwabanye abantu yimali ,ukuzizwa uzinzile kwezezimali .Kwabanye ezobudlelwane  .Kwabanye imiqondo yabo iphethwe  yikusasa ngokohlobo lomsebenzi afisa ukuwenza nokuzibona egibela ilata enyuka empilweni .Kwesinye isikhathi kunenkinga eyodwa esibhekene nayo ,evese ithi qha ikhanye ngokungazibeki emqondweni  yethu .Yini kuwe ocabanga ngayo njengamanje ? Yini ephethe elawula imicabango yakho ?

Kungaba yinto engukukuqonda uma ukholwa nguJesu ,uma umthanda uNkulunkulu ,ukubona ukuthi ukucabanga kwakho kuphethwe kakhulu yizinto ozifunayo ,izinto zakulomhlaba ,esikhundleni sezinto ezifunwa nguNkulunkulu –intando yakhe ngempilo yakho .Besekuyisikhathi sokuzibheka lesi ,akunjalo ?

KwabaseRoma  12:2 Ningalingisi lelizwe kodwa niguqulwe isimo ngokwenziwa  ibe ntsha ingqondo yenu ,ukuze nibe nokuhlosisa okuyintando kaNkulunkulu ,okuhle nokuthandekayo nokupheleleyo ..

Yikuphi uNkulunkulu akufuna kuwe ? Yebo kungenzeka mhlawumbe kunqwabelene kuningi kuwe.Kodwa noma ngabe yini  elicebo lakhe ngempilo yakho ,unganesiqiniseko ngalokhu :kuhle ,kuphelele futhi kuyathokozisa kuye .Akukho okunye okwedlula lokho .

Ngakho mhlawumbe makungukuthi emcabangweni yakho ubulokhu uqhela kuye ucabanga ngezinto zakulomhlaba ,angikutshele ukuthi namhlanje uyakubiza ukuba ubuyele kuye .

Niguqulwe isimo ngokwenziwa  ibe ntsha ingqondo yenu

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.