... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Isimbelambela Sokunengwa

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

KuThithu 3:1,2 Bakhumbuze ukuba bathobele ababusi neziphathimandla, balalele, balungele imisebenzi yonke emihle, bangahlambalazi muntu, bangabi yizilwi, babe ngabavileyo, bebonakalisa ubumnene obukhulu kubantu bonke.

Listen to the radio broadcast of

Isimbelambela Sokunengwa


Download audio file

Ngakho ake ngikubuze uzizwa kanjani ngabantu abanguhulumeni wezwe lakini ,umasipala  kumbe  isifundazwe ,isigodi kumbe iward ? Ngokokubuka kwakho ngakube benza umsebenzi omuhle ? Kumbe uyafana nabanye …uyanengwa  ukuziphatha kwabo?

Abanye abantu namhlanje  bacabanga lemibuzo  ezindaweni lakhona bengavumelekile ukuletha izimvo zabo .Kodwa iningi lethu singonkunzi kayihlehli  ekunqondeni phambili ngqo silethe ukunengwa kwethu  ezintweni ezisuke sicabanga ukuthi  ziyizinqubo ezingubuwula  ngokucace bha ,ngokwendlela abaholi bethu abasuke beziphethe ngayo ,bekhuluma ngayo ,bebuka ngayo ,ekuzenziseni kwabo ,futhi ikakhulu la okusuke kunokukhwabanisa khona .

Ngake ngafunda isihloko kwi nkundla engiphangela izindaba ngolunye usuku esithi , “Ngakube Sesikinatelekile ekunengweni ?” Kunephuzu eliqinile ongalisho ukuthi nembala sesikanetelekile kukho .Lendaba bonke abantu bakhuluma ngayo  uyithola ezinkundleni eziningi .

Ake ubuke nje emaceleni .Uthola ukuthi ezokusakaza ziletha izinto eziningi kithi ngenhloso yokuqubula ukunengeka .Manje okuxaka kakhulu ngukuthi abantu abazibiza ngaMaKhrestu ,yibo abahamba phambili kulento .Ake sizihlole  :

KuThithu  3:1,2 Bakhumbuze ukuba bathobele ababusi neziphathimandla, balalele, balungele imisebenzi yonke emihle,

bangahlambalazi muntu, bangabi yizilwi, babe ngabavileyo, bebonakalisa ubumnene obukhulu kubantu bonke.

Kungenzeka  ungakuthandi lokhu .Kodwa asivuleleke sicace  sibe sobala  .

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.


We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy