... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Ithemba Lakho Lenkazimulo

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

KwabaseKolose 1:27 Okubona uNkulunkulu athanda ukubazisa ukuthi iyini ingcebo yenkazimulo yaleyo mfihlakalo phakathi kwabezizwe, enguKristu phakathi kwenu, ithemba lenkazimulo

Listen to the radio broadcast of

Ithemba Lakho Lenkazimulo


Download audio file

Emhlabeni lakhona iqiniso lilokhu liphenduka  iyoyo ligcina seligwegwiswa ,kugcina sekubhubhisa lokho ,nakuba kuvelele ,kuphenduka kube yizikhali ezibhubhisa impilo ,baningi abanye bethu abaqhela ngisho ekufuneni ukwazi iqiniso .Ngoba ukwazi  iqiniso  lempela ,kubukeka kungumgomo ongafezeki .

Mhalwumbe lokho kuzwakala  kungukubuka okungalethi themba .kodwa awuyibambe uyilalele kahle .Kusesigabeni lakhona kunokudlanga kakhulu .

Njengokuba ukusebenza kwezobuchwepheshe kunobuhlakani  obuningi obuyinzuzo ekuphileni ,kodwa buphinde futhi busetshenziswe ngabalingisi  ngenhloso yokusembula iqiniso  okuyilona lona .Ama video ajulile –lakhona ungathola  kwenziwe umuntu enze  asho into angeke nangengozi alokothe ayisho lokho kuzoba kuyisiqalo sokugudluzwa kweqiniso eliyilo .

Kodwa akukho okusha ngalokho .Ngoba ‘izindaba’ okuyoyana nto ebiyaziwa ngokusho iqiniso okuyilona lona ,zibe ngumbono wabahleli ukuthi bafuna ukuthini esizweni .Zincane kakhulu izindaba eziligugu kwi-TV ephepheni noma online kulezinsuku ezisuke zingenanhloso ethile ecashile.

Kodwa kuneqiniso elilodwa  ,iqiniso elilodwa elikhazimulayo –elingasoze laphenduka ,elohlala njalo lethenjwa lethembekile ,elohlala njalo likulethela okuhle  .

KwabaseKolose  1:27 Okubona uNkulunkulu athanda ukubazisa ukuthi iyini ingcebo yenkazimulo yaleyo mfihlakalo phakathi kwabezizwe, enguKristu phakathi kwenu, ithemba lenkazimulo

UJesu wakufela ukuze izono zakho zithethelelwe .Wavuka ukukunika impilo entsha .Futhi uma ukholwa kuye leyomfihlo iphenduka ibe luqobo .Uma umphilela ,uphila kuwe .

EnguKristu phakathi kwenu, ithemba lenkazimulo

Manje lokho  kuliqiniso elikufanelwe ukubambelela kulo ngoba  …

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.