... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Izithelo Zokuqondiswa

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

KuMaHebheru 12:10,11 Ngokuba bona kambe basilaya izinsukwana njengokubona kwabo, kepha yena kube yinsizakalo, size sithole ukuhlanganyela ubungcwele bakhe. Ukulaya konke okwamanje kungathi akusikho okwentokozo, kepha kungokosizi, kodwa ngasemuva kuyabathelela isithelo esihle sokulunga labo abahlakahliswe yikho.

Listen to the radio broadcast of

Izithelo Zokuqondiswa


Download audio file

Ngisafuna ukumbona umuntu okuthandayo ukuqondiswa ,othokozayo uma kunomununtu ovese amdonsele eceleni emthsela uphaphalaze la nala .Kuwe ?

Abantu abaningi  abahle abangaziqondisayo  ,nami ngizibala lapho .Ndlela thizeni sinalento yokuzincoma kwesikwenza kangcono  empilweni.Ake ngifanekise ngami ,ngimuhle kakhulu ekuvukeni ekuseni ngibe semkhulekweni neNkosi ngilungisele lama devotion .

Kodwa akekho noyedwa o-perfect .Nami nginobuthaka bami njengokuba nawe unobakho .Kwesinye isikhathi unkosikazi wami uyangikhuza angibonise .

Kwesinye isikhathi  abaholi  be ministry engisebenza nabo babe nemibono ehlukile kweyami.Angingabazi nakweyakho impilo kunjalo ,bakhona abantu abakwazi ukukubizela eceleni bakuqondise .

Ebese futhi uNkulunkulu ukhona naYe  !

KuMaHebheru  12:10,11 Ngokuba bona kambe basilaya izinsukwana njengokubona kwabo, kepha yena kube yinsizakalo, size sithole

ukuhlanganyela ubungcwele bakhe. Ukulaya konke okwamanje kungathi akusikho okwentokozo, kepha kungokosizi, kodwa ngasemuva kuyabathelela isithelo esihle sokulunga labo abahlakahliswe yikho.

Cha asikuthokozeli ukuqondiswa noma ngabe okwabantu noma okuvela ezulwini .Kodwa izithelo zokuqondiswa zinkulu kakhulu ,okufanele sikumukele ukungabi mnandi kwakho  kumuncu kunjalo ngenxa yezithelo ekugcineni its worthy it .

Njengokuba usomabhizinisi waseMelika u- Jim Rohn wake wathi , “Sonke simelwe ukuhlupheka obubodwa balobuhlungu : ubuhlungu bokuqondiswa kumbe bokuzisola .” Ukulaya konke okwamanje kungathi akusikho okwentokozo, kepha kungokosizi, kodwa ngasemuva kuyabathelela isithelo esihle sokulunga labo abahlakahliswe yikho.

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.