... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Ongaboni Ohola Ongaboni

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

NgokukaLukha 6:39,40 Wabatshela nomfanekiso wokuthi: “Impumputhe ingahola impumputhe na? Aziyikukhalakathela emgodini zombili na? Umfundi kaphezu komfundisi; kepha yilowo ophelelisiwe uyakuba njengomfundisi wakhe.

Listen to the radio broadcast of

Ongaboni Ohola Ongaboni


Download audio file

Ingozi esobala nekhona njengamanje kunoma ubani obeka ithemba lakhe  entweni kumbe kumuntu ,namaKhrestu siyawabala [ kahle hle  empeleni wona kakhulu] ngukuthi sithatha ukholo lwethu ngokwezinga elinobungozi kakhulu .

Uma ukucabanga ,yingakho kwaba nezimpi zezenkolo phakathi kweminyaka yo  1095  no 1291 futhi okuseduze esingakukhumbula ngabazibulala bezibhincize amabhomu befa neningi   bekwenza lokhu egameni lenkolo yabo .

KumKhrestu iqiniso levangeli liyiqiniso elibambanayo .Futhi baningi abafundisi baleliqiniso nakulezinsuku ababiza amaKhrestu ukuba avuke ,ukufuna amalungelo awo ,ukuguqula izwe abakulo [noma ngabe baphilaphi] balenze libe yizwe lobuKhrestu  . Benza izimpikiswano ezidonsanayo ,nokho bayageja ephuzwini eliyilona lona .

NgokukaLukha  6:39,40 Wabatshela nomfanekiso wokuthi: “Impumputhe ingahola impumputhe na? Aziyikukhalakathela emgodini zombili na?  Umfundi kaphezu komfundisi; kepha yilowo ophelelisiwe uyakuba njengomfundisi wakhe.

Ungavumeli ukuholwa ngongaboni akuholele eweni.Umongo weVangeli ,weziNdaba ezinhle zikaJesu Khrestu ,awungakho ukuphoqwa kwabanye abantu .

Futhi mawuke waqala wahlanganisa ubuKhrestu namandla okuphatha kungekudala uzothola sewuphoqa isiphambano kwabanye abantu esikhundleni sokuthi bazithathele bona sona ..

Ngakho yehlukanisa .Khetha kahle abafundisi bakho .Yebo simelwe ukuxoxa nokubheka ezesikompilo.Nakanjani simelwe ukukhuluma simelane nokubi .Kodwa iVangeli likaJesu Khrestu yiVangeli lothando lukaNkulunkulu ,intethelelo yakhe ,intshisekelo yakhe ukusondeza abantu kuye  .

Ungaweli emgodini .

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.


We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy