... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Phezu Kokusopha Kwakho Okuhle

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

NgokukaJohane 13:36-38 USimoni Petru wathi kuye: “Nkosi, uya ngaphi na?” UJesu waphendula wathi: “Lapho ngiya khona, ungengilandele kalokhu; kepha uyakungilandela kamuva.” 37 Wathi kuye uPetru: “Nkosi, ngingekulandele kalokhu ngani na? Ngizakudela ukuphila kwami ngenxa yakho.” 38 UJesu waphendula wathi: “Uzakudela ukuphila kwakho ngenxa yami na? Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kuwe: Iqhude alizukukhala, ungakangiphiki kathathu.”

Listen to the radio broadcast of

Phezu Kokusopha Kwakho Okuhle


Download audio file

Kungenye into ukuba nokusopha okuhle kungokunye ngokuhlukile futhi ukukuphila .Akekho noyedwa umuntu ophilayo ongakaze  aqale impilo yakhe esophe izinto ezinhle ,kuphela wase ekhubeka esathi uyalubeka nje  unyawo ngakho kodwa .

Ezinsukwini ezaziholela ephasikeni ,umoya wawugcwele intuthu yetulo lokubulala uJesu  ,kwakuyintuthu owawungayikhomba ngomunwe

.Abafundi babegcwele uvalo ngesikhathi abaholi bezenkolo  nombuso wamaRoma ubampintshela ekhoneni .Ngisho noJesu uqobo wayebatshela ukuthi usuku lwakhe seluseduze ,useyalifulathela elakwamhlaba .

NgokukaJohane 13:36-38 USimoni Petru wathi kuye: “Nkosi, uya ngaphi na?” UJesu waphendula wathi: “Lapho ngiya khona, ungengilandele kalokhu; kepha uyakungilandela kamuva.”
37 Wathi kuye uPetru: “Nkosi, ngingekulandele kalokhu ngani na? Ngizakudela ukuphila kwami ngenxa yakho.”
38 UJesu waphendula wathi: “Uzakudela ukuphila kwakho ngenxa yami na? Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kuwe: Iqhude alizukukhala, ungakangiphiki kathathu.”

UPhethru wakusopha ngendlela enhle ukuthi ame noJesu kuze kube sekugcineni .Hleze uyayazi yonke indaba .Wehluleka  ngamalengiso .Sizokubuka kabanzi lokho kusasa.

Kodwa mhlawumbe uyahlobana nalokhu.Waqala unokusopha okuhle ukumlandela uJesu ,kodwa okwathi mase intaba yenyukela ,ngesikhathi abamelene nawe beqina ,ngeshwa ngokuphoxeka okukhulu wathola ukuthi  hle hle la uJesu eyakhona awukwazi ukumlandela

Icala enhliziyweni ,nomuzwa wokuba yisehluleki wangaba namandla anele ,kusina kudedelana ngokushaya kwenhliziyo okumawala ,ngenxa yokuthi waqala unezinhloso ezinhle ngendlela engachazeki .

Kodwa ake ume kancane .Izindaba ezinhle ziyeza sihlobo . Izindaba ezinhle ziyeza.

Azivesanga zabizwa ngezindaba ezinhle ngeze ,ngoba phezu kokuhluleka kwethu konke ,icebo lakhe ngukusibamba asiphakamise asisindise ,akhulume amazwi akhe enhliziyweni yethu .

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.


We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy