... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Sonke Sinalesidingo Esifanayo

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

KwabaseRoma 11:5,6 Kanjalo kukhona nangalesi sikhathi samanje insali ngokokukhetha komusa ;kepha uma kuya ngomusa akusayi ngemisebenzi ;uma kungenjalo umusa awuseyiwo umusa .

Listen to the radio broadcast of

Sonke Sinalesidingo Esifanayo


Download audio file

Sonke siyazithola sithanda ukuphatheka kahle ngabanye abantu ;sifise izibele zabo ukuba zisifake emnyangweni nasezintweni  thina esehlulekayo ukungena kuzo .Siyakulangazelela lokho .

Kunini lakhona wawunesidingo  sokunakekeleka okunjalo  ngomunye umuntu  empilweni yakho ?  Uyazikhumbula ukuthi esimweni  esasikuxakile ukuso ngalesosikhathi ukuthi wazizwa ungodinga ukusizwa kanjani ,futhi uphelelwa yithemba ?

Qede kwase kuqahmuke umuntu thizeni weza namazwi anobubele kuwe ,kumbe wenza okuthile ,eletha into eyaguqula usuku lwakho .Imvula yokubonga okugeleza enhliziyweni kuwe ngalesosikhathi akekho omunye ongayiqonda ,futhi ngeke wakhohlwa okwenziwa kuwe la khona wawusidinga ngempela lesosandla .

Lokhu lomuntu akwenza kumbe abakwenza kuwe ungakulindele kubizwa ngokuthi ngumusa .Futhi phezu kwazo zonke izinto ezenzeka empilweni yethu izikhathi nezikhathi ,sonke sinento eyodwa efanayo esiyidingayo ngukuthola umusa .

Ngoba ngakho konke lokhu esikwenzile empilweni ngeke sakwazi noma sesithanda ukuzicabela ngokwethu indlela eya kuNkulunkulu .Sonke sisilalelwe ngumusa wakhe .Sonke simelwe ngukuhlawula ngesikwenzile .Futhi nokho  …

KwabaseRoma 11:5,6 Kanjalo kukhona nangalesi sikhathi samanje insali ngokokukhetha komusa ;kepha uma kuya ngomusa akusayi ngemisebenzi ;uma kungenjalo umusa awuseyiwo umusa .

Kholwa kuJesu uzosindiswa futhi usindiswa  ngento eyodwa phaqa ngumusa kaNkulunkulu .

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.


We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy