... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Uhlanzo Ngaphakathi

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

Ihubo 51:10 Nkulunkulu dala kimi inhliziyo ehlanzekileyo,uvuse umoya oqinileyo phakathi kwami .

Listen to the radio broadcast of

Uhlanzo Ngaphakathi


Download audio file

Uma uma ucabanga kahle siyazi ukuthi izenzo zethu zigeleleza zivela kokusenzinhliziyweni zethu .Inkinga ngukuthi asimi kesicabange ngakho .

Kunini la owagcina khona ukuzizwa ucikekile ? Kwakuyini imbangela yalokho ? Ngokungangabazi kwakuyiphutha elincane elingathi shu , kodwa noma kunjalo waphendula ngokomuzwa walokhu owawukuzwa ngaphakathi .

Kumbe mhlawumbe indlela yakho kwaba yileyo osuyihlakulele iminyaka ophendula ngayo mawucikekile  –uvese ufutheke .

Futhi okuthi masiqhubeka sihamba kuleyondlela ,kusikhathi sinye sizithola sizuza inkambo eyincithakalo  okubukeka singakwazi ukuzikhulula kuyo .

Kwaba njalo enkosini uDavide mumva le ngamhla engena emacansini  enye indoda  emva kwalokho wayiyisa kwagoqanyawo ngenxa yomfazi wayo .Futhi ekuboneni ukuthi lento embi kangaka yayiqhumbuka enhliziyweni yakhe qobo ,ekwazini ukuthi akanamandla ukukumisa yena  ngokwakhe , nanku umkhuleko awukhuleka :

Ihubo  51:10 Nkulunkulu dala kimi inhliziyo ehlanzekileyo,uvuse umoya oqinileyo phakathi kwami .

Ukuguqula inhliizyo yakho ekujuleni kwayo akukho lula futhi akusondele ekwenzekeni  .

Ngakho uDavide wakhalipha wacela uNkulunkulu ukuba amanzele khona ,ukuba ahlanze inhliziyo yakhe ngokujulile ;ukuletha uMoya  oNgcwele  ukumthwala ukuze  ngenhliziyo yakhe eguqulwe nguNkulunkulu ,qede lologuquko lugelezise inkambo enhle .

Yeka ukukhalipha ukucela ukusizwa  esikhathini lakhona usehlanzweni esikhundleni sokuzizama wena ekhona ongakusiza akulethele uguquko oluphelele.

Nkulunkulu dala kimi inhliziyo ehlanzekileyo,uvuse umoya oqinileyo phakathi kwami .

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.