... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Ukufa KuKhrestu Usuku Nosuku

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

KwabaseGalathiya 2:20 Akuseyimi ophilayo, kepha uKristu uphila kimi; kodwa ukuphila engikuphilayo kalokhu enyameni ngikuphila ngokukholwa, okungukukholwa yiNdodana kaNkulunkulu eyangithandayo, yazinikela ngenxa yami.

Listen to the radio broadcast of

Ukufa KuKhrestu Usuku Nosuku


Download audio file

Uma sizothembeka ngokweqiniso kithi,izinto eziningi esizilangazelelelayo kulomhlaba zingukuzicabangela thina ,ukuholeleka ophathe …ziliphutha eliqondile .Futhi thembeka lokho kuzicabangela wena kunzima ukukudela ukulahle .

Sewake wafuna  okungcono kumuntu ngoba nakhu ekucike kakhulu ?  Kumbe ufune imali enye eningi ,la khona ube unayo eyanele  futhi kunomuntu owaziyo udinga usizo kakhulu ?

 Sewake nempela waba sesimweni salolohlobo …ngikholwa uyayizwa lendaba .

Sinezntshisekelo ezibukeka zizinhle ngaphezulu kuze kube sesibona  ekugcineni zingathi . Okufunwa yimi ,okulangazelelwa yimi .Futhi nomhlaba nawo ukuculela leloculo uthi  Nempela kukufunale ukuthole [you derseve it],phela kunguwe uqobo ,hlala magqozo kukho.

Ngakho ukuzicabangela kuyabusa kucekele phansi izimpilo zethu . Mhlawumbe uyakholwa kuJesu ,kodwa uyilokhu  oyikhona . Ufuna lokhu okufunayo futhi uzokufuna ukuthole .

UPhawuli umphostoli wagqamisa indlela ethe ukwehluka kuleyo :

KwabaseGalathiya  2:20 Akuseyimi ophilayo, kepha uKristu uphila kimi; kodwa ukuphila engikuphilayo kalokhu

enyameni ngikuphila ngokukholwa, okungukukholwa yiNdodana kaNkulunkulu eyangithandayo, yazinikela ngenxa yami.

Ukubethelwa kungukuzidela .Kungokufa kuwe nokufela uKhrestu .Futhi khumbula ukuthi uJesu wathi noma ubani ofuna ukumlandela umelwe ukuthatha isiphambano sakhe amlandele hhayi usuku olulodwa kodwa zonke izinsuku ,ngoba ukuzicabangela wena kulokhu kuveza isikhophoca sakho sesiphongo esibi  zonke izikhathi akunamahloni ukuthi kuke kwathi thushu ngayizolo .

Njengokuba  omunye wathi umelwe ukufa oqobweni lwakho usuku nosuku ukuze umphilele uJesu ngokugcwele ,ukuze njengoPhawuli uzosho ngeqiniso ukuthi  … Akuseyimi ophilayo, kepha uKristu uphila kimi

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.