... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Ukukhohliseka Kalula

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

KwabaseFesu 6:17 … kukho konke nithathe isihlangu sokukholwa eniyakuba namandla okucima ngaso yonke imicibisholo evuthayo yomubi

Listen to the radio broadcast of

Ukukhohliseka Kalula


Download audio file

Ake ngiphonse lokhu kuwe kengibone ucabangani :nanoma yimuphi uMKhrestu ongaboni ukuthi uphila phakathi nempi ebambene ngeziqu zamehlo ,uyazikhohlisa uzenza ingane encane encela ibele  . 

Ngakho,yikuphi okucabangile ? Mhlawumbe ungaphandle uyacabanga ukuthi : “Suka lezoshabasheki ezivuthayo eziyingozi ezingamakholwa” .Kulungile ke .Ukubona kwakho lokho .Kodwa ubuKhrestu bubonkana bunqanyulelwe kwizinsika-kuphila ezimbili: “Thanda uNkulunkulu ngakho konke oyikho ,thanda umakhelwane wakho njengalokho uzithanda wena .” 

Lokhu kuzwakala kuhlaba ngqo  … kodwa ezweni lakhona imizwa igitshezwa phezu kwezinkambiso zobuqotho bokuphila ,ukuphila lezozinto ezisobala ezimbili kuya ngokuya kuba nzima .Ukuthanda uNkulunkulu ,ukuthanda abantu ….eyy kungumsebenzi onzima kabi lowo .kubiza ukuzinikela okukhulu .Futhi abaningi abazibiza ngokuthi bangaMaKhrestu sebeshudukele  empilweni yobuntofontofo nokuzicabangela bona  esikhundleni sokuthanda uNkulunkulu nomakhelwane . 

Ngike ngezwa omunye kulezinsuku ethi  umuntu ojwayelekile nje oya enkonzweni uvumela konke okubizwa ngokuthi  ‘ngubuKhrestu’ ngenxa yokuthi akazitadisheli ngokwakhe iZwi likaNkulunkulu lokho okwenza aholelwe ophathe .Uyabona kuningi okunjalo okuqhubekayo namhlanje .

Ukuthethelela ,izibele ,ukuzinikela ,inhlonipheko ,ukuphana….lokhu kuyizinkambiso eseziqala ukugqwala hhayi esizweni nje kuphela kodwa ngokubuhlungu ,nangaphakathi eBandleni .. Hmm. Singabuyela kanjani  kulokho okuchaza ukuthi kuyini ukulandela uJesu  …

KwabaseFesu  6:17 … kukho konke nithathe isihlangu sokukholwa eniyakuba namandla okucima ngaso yonke

imicibisholo evuthayo yomubi

Yazi lokhu ukuthi kuKhrestu uthethelelwe ,usindisiwe, ubizelwe ukuphila impilo entsha ,ube sephakadeni lempilo engapheliyo naye . Futhi zazele iZwi likaNkulunkulu ngokwakho ukuze ungakhohliseki,ukuze uphile impilo umthanda uthanda nomakhelwane wakho . 

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje. 


We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy